• AdminAdmin
  • April 30, 2024
  • 0 Comments
IMeya nesethembiso sokuxazulula inkinga yamanzi

MAGAYE CELE ITHEMBISA ukusukumela inkinga yamanzi kwisiFunda iLembe, iMeya yakule ndawo, uKhansela uThobani Shandu. UShandu ubekade ekhuluma emhlanganweni we-IDP obukade uqhubeka enkundleni yezemidlalo yaseSinamfini, KwaMaphumulo enyakatho yesifundazwe seKwaZulu Natal. Kulo…

  • AdminAdmin
  • April 30, 2024
  • 0 Comments
Ingwazi incoma ababe yiBanyana ngokuzikhandla

MAGAYE CELE LOYO owabe eyingwazi yeqembu labesifazane laseNingizimu Afrika iBanyana Banyanauncoma ukudlala ngokuzikhandla kwabadlali baleli qembu. Loyo nguPortia Modise okwakubatshazwa kakhulu ikhono lakhe ngesikhathi engakawaphanyeki amakhokho emgibeni. Le ngwazi ikhuluma…

  • AdminAdmin
  • April 30, 2024
  • 0 Comments
UNomvethe ufuna abagadli babhukule

MAGAYE CELE INKAKHA yebhola likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika eseyawaphanyeka emgibeni amakhokho iphosela inselelo abagadli bakuleli ukuba benze kangcono. Loyo nguSiyabonga Bhele Nomvethe ngokudabuka ongowaKwaMashu nobalwa nabanye babagadli abazakhela igama elikhulu ebholeni…

  • AdminAdmin
  • April 30, 2024
  • 0 Comments
UMASIPALA UXWAYISA ABANGCWABA EZINDAWENI EZINGAGUNYAZIWE 

INTATHELI YESIVUBELA INTHUTHUKO  Ukhuza umhlola uMasipala waKwaDukuza emva kokutholakala kwamathuna angekho emthethweni endaweni yaseThembeni. Lomasipala usukhiphe isixwayiso kumphakathi ukuthi ungaqhubeki nokungcwaba kulendawo ngoba ayigunyaziwe uMkhandlu waKwaDukuza uthi kungcwatshwe kuyo.  Ngokusho…

  • AdminAdmin
  • April 30, 2024
  • 0 Comments
BATHEMBISA USHINTSHO ABEZEPOLITIKI KWAZULU-NATAL 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Bekuhlangene ubuholi bamaqembu ehlukene ezepolitiki KwaZulu-Natal lapho bekunezingxoxo zokuqala ze-IOL zokhetho. Lezingxoxo ebezibanjelwe ehhotela iRadisson Blu, bezihlanganise abaholi okubalwa kubo uMnuz Thami Ntuli (IFP), Mnuz Chris Pappas…

×