EZEMPILO LATEST

ILEMBE NOWOKUQWASHISA NGOKUBULALWA KWABANEBALA ELIMHLOPHE

Umbiko othunyelwe Bawuvale ngegiya eliphezulu uMandulo, uMasipala wesiFunda iLembe uholwa uSomlomo, uKhansela Dolly Shandu ehambisana noMeya kaMaspala wakwaMaphumulo uKhansela ZF Khuzwayo-Dlamini...

ISilo sikhuza isihlava sokuhlukunyezwa kwabantu besifazane

MAGAYE CELE ISILO Samabandla, uMisizulu kaZwelithini sikhuza isihlava esimbi esibonakala sisabalala kusona sonke isiFundazwe saKwaZulu Natal sokuhlukunyezwa kwabantu besifazane. ONgangezwe Lakhe...

UMkhandlu weTheku utakula abantu baseCato Crest abakhahlamezekile

MAGAYE CELE BAZOFUNELWA ezinye izindawo ezingcono zokuhlala abantu baseCato Crest abazithole bekhahlamezeka ngemuva kwezimvula zakamuva ezishiywe kukhalwa kakhulu kule ndawo. Lezi zindaba zidalulwe...

UNgqongqoshe ukhuthaza omama  banqobe izinselelo 

LOYO onguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi esiFundazweni saKwaZulu Natal, uNkk Nonhlanhla Khoza uphosela abesimame inselelo bakulesi siFundazwe yokuba babhukule banqobe zonke izingqinamba...

EZEMPILO ALL

UMASIPALA USINGATHE UMKHANKASO I-SHE CONQUERS 

Umbiko wekhasi likaFacebook (KwaMaphumulo) Izwe laseNingizimu Afrika elinesibalo esiphezulu se-HIV/AIDS phakathi kwabesifazane abasebasha namantombazane. UMasipala wakwaMaphumulo uhlanganyele nezinye...

Babonga izinhlelo zeKHOSOMBA LAMAJITHA abezempilo KwaZulu-Natal

TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezeMpilo KwaZulu-Natal ophathiswe uNkz Nomagugu Simelane ugezeke igilo ngomkhankaso wawo IKHOSOMBA LAMAJITHA njengoba bewuhambele kumasipala waseMooi-River uyokhuluma...

Kuliwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa ezingemukelekile eMandeni

TSEPO MOTLOKOA LUBUNGAZWE ngokuhlukile usuku lwamalungelo abantu eMandeni njengoba umasipala wakhona ngokubambisana neMandeni Constituency Parliamentary benze imashi ezitaladini zaleli dolobha...

OwokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal utusa osonhlalakahle

TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal sewuchome uphaphe legwalagwala osonhlalakahle abangaphansi kwawo ngomsebenzi omqoka abawenzela isizwe nanokugcina inhlalakahle...

EyaseMandeni icela umphakathi ubekezele ngolwezikhukhula

TSEPO MOTLOKOA IMEYA kaMasipala waseMandeni uMnu Thabani Mdlalose ithi amaphaphu phansi emphakathini owakhele lo masipala ngoba ithimba lezinhlekelele kalilali lisebenza ubusuku nemini ukubhekana...

I-MOWCS ilekelela abamukelwe ngamakhaya KwaZulu-Natal

TSEPO MOTLOKOA LUNGENA lulakanyana usizo lokusebenzisana noHulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal oluya kubantu abakhahlanyezwe yizikhukhula ezishiye izingxenye zedolobha laseThekwini, KwaDukuza...

Owezempilo nokusiza abakhahlanyezwe ikhukhula

Intatheliyephephandaba Ukudla nezindlu kunesidingo esikhulu kulabo abakhahlanyezwe yizikhukhula zakamuva kepha izinsiza zokwelapha nazo zibaluleke kakhulu. Yingakho ushayelwe ihlombe umnikelo kaDkt...

Kuvuselelwa isibhedlela esinomlando eMgungundlovu

SECHABA MAKORO BAZIMISELE ngokusiphula izikhonkwane ezagqitshwa wuhulumeni wobandlululi abesigungu sebhodi elibheke ukusebenza kwesibhedlela sikahulumeni iNorthdale eMgungundlovu ngenhloso...

Sivubela Intuthuko

Website Slogan

Contact Us

270 Stamford Hill Road, Durban, 4001

(+27) 67 920 8446
info@sivubelaintuthuko.co.za

Get Connected

×