EZEMPILO LATEST

ILEMBE NOWOKUQWASHISA NGOKUBULALWA KWABANEBALA ELIMHLOPHE

Umbiko othunyelwe Bawuvale ngegiya eliphezulu uMandulo, uMasipala wesiFunda iLembe uholwa uSomlomo, uKhansela Dolly Shandu ehambisana noMeya kaMaspala wakwaMaphumulo uKhansela ZF Khuzwayo-Dlamini...

ISilo sikhuza isihlava sokuhlukunyezwa kwabantu besifazane

MAGAYE CELE ISILO Samabandla, uMisizulu kaZwelithini sikhuza isihlava esimbi esibonakala sisabalala kusona sonke isiFundazwe saKwaZulu Natal sokuhlukunyezwa kwabantu besifazane. ONgangezwe Lakhe...

UMkhandlu weTheku utakula abantu baseCato Crest abakhahlamezekile

MAGAYE CELE BAZOFUNELWA ezinye izindawo ezingcono zokuhlala abantu baseCato Crest abazithole bekhahlamezeka ngemuva kwezimvula zakamuva ezishiywe kukhalwa kakhulu kule ndawo. Lezi zindaba zidalulwe...

UNgqongqoshe ukhuthaza omama  banqobe izinselelo 

LOYO onguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi esiFundazweni saKwaZulu Natal, uNkk Nonhlanhla Khoza uphosela abesimame inselelo bakulesi siFundazwe yokuba babhukule banqobe zonke izingqinamba...

EZENTUTHUKO LATEST

UKHUTHAZE ABANINGI OWAKWADUKUZA ETHWESWA IZIQU

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO UNksz Zanele Mathenjwa, ongowokudabuka eGroutville, KwaDukuza, unqobe izinselelo eziningi ukuze afeze iphupho lakhe lokuba usosayensi wezemvelo. Lentokazi eneminyaka...

BAMASHELE ENHLOKO YEDOLOBHA ETHEKWINI BEKHALA NGOKUNYUKA KWAMANANI KAGESI

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Amalunga omphakathi abalelwa ku-100 nangamalungu omfelandawonye wezinhlangano okubalwa kuwo Abahlali BaseMjondolo, Ubunye Bamahostela kanye neRight2Know kwamanye...

USODOLOBHA UHAMBELE UMPHAKATHI UKUZWA IZIMVO ZABANTU NGESABELO ZIMALI 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Njengoba kuqhubeka imijikelezo yokuzwa izimvo zomphakathi mayelana nesabelo zimali sonyaka wezimali komasipala abahlukene, iMeya yeSifunda Ilembe, uKhansela Thobani...

IMeya nesethembiso sokuxazulula inkinga yamanzi

MAGAYE CELE ITHEMBISA ukusukumela inkinga yamanzi kwisiFunda iLembe, iMeya yakule ndawo, uKhansela uThobani Shandu. UShandu ubekade ekhuluma emhlanganweni we-IDP obukade uqhubeka enkundleni...

EZENTUTHUKO LATEST

Izikole eziningi esifundazweni saKwaZulu-Natali zikhala ngokushoda kwezinsiza kufunda njengoba bethi imali abayinikwa uhulumeni ayeneli zonke izidingo zesikole. 

By Nokulunga Majola Nakuba kusaphele inyanga izikole zivuliwe kodwa umzabalazo usaqhubeka ezikoleni ezingakhokhi njengoba ezinye zazo zibhekene nenkinga yokushoda kwezinsiza zokufunda ezifana...

Kubongwa ukukhula kwemiphumela ka-Grade 12 esifundeni seLembe

SECHABA MAKORO UMKIKIZO uzwakale kuwona wonke amagumbi amane esifunda seLembe kulandela ukukhuphuka kwezinga lokuphasa kwabafundi balesi sifunda lisuka ku-75.7% lenyukela ku-83.9% lokho...

Bagile isimanga abafundi abaxhaswa iphephandaba

SECHABA MAKORO KUBUYE ithemba kubafundi baseHlonono Senior Secondary School KwaMaphumulo ozakwabo abebenza u-Grade 12 nyakenye bephula irekhodi lokuphasa besuka ku-21% baze bayoma ku-80%. ...

Abaka-Grade 12 eNdwedwe bafuna ukuhlolwa ngolwimi lwebele

SECHABA MAKORO BATHI bami ngomumo ukuhlolwa ngolwimi lwebele abaluqonda kangcono abafundi baka-Grade 12 bezikole zasoGunjini eNdwedwe abebeyingxenye yosuku lwenkulumo mpikiswano kanye nokufunda...

Sivubela Intuthuko

Website Slogan

Contact Us

270 Stamford Hill Road, Durban, 4001

(+27) 83 618 4252 
info@sivubelaintuthuko.co.za

Get Connected

×