• AdminAdmin
  • January 31, 2023
  • 0 Comments
IMeya ifuna iTheku kube yindawo engenabo ubugebengu

MAGAYE CELE IMEYA yedolobha iTheku uKhansela Mxolisi Kaunda uthi njengoMkhandlu bazokwenza konke okusemandleni ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi azibi khona izenzo zobugebengu kuleli dolobha. Ngokusho kukaKhansela uKaunda into eseqhulwni kubona njengobuholi obuphezulu boMkhandlu…

  • AdminAdmin
  • January 31, 2023
  • 0 Comments
Umcwaningimabhuku akatholanga gcobho ngezimali zaKwaDukuza

SECHABA MAKORO LIYAQHUBEKA nokukhazimula igama likaMasipala waKwaDukuza ngokwezincomo zomcwaningi-mabhuku njengoba lo masipala uthole umbiko ongenangcobho utuswa ngokusebenzisa kahle imali yabakhokhintela obuhlinzekwe yona ngo-2021-2022. UKhansela Lindile Nhaca oyimeya yaKwaDukuza uthi lokhu kwenza…

  • AdminAdmin
  • January 31, 2023
  • 0 Comments
OwoKhozi FM nenselelo yezemfundo emacikweni 

SECHABA MAKORO OWEMIDLALO yomoya kuKhozi FM uphonsela amaciko inselelo yokwenza okuthile kwezemfundo ukufaka uthando ezinganeni kwazise amanye awo ayisibonelo esihle entsheni ekhulayo. UPhumzile Kubheka owaziwa kakhulu ngoPK kwezokulingisa futhi ongumqondisi woBhaqa…

×