• AdminAdmin
  • March 12, 2024
  • 0 Comments
IMEYA YAKWAMAPHUMULO OHLELWENIN LOKUHAMBELA IZIKOLE

By Intatheli yeSivubela Ithuthuko  Ukuqala konyaka isikhathi esinzima kubantwana, abazali kanye nothinsha njengoba abanye bedonsa kanzima ekugcineni izimfuno zesikole. Ukubhekana nalezingqinamba uMasipala wakwaMaphumulo oholwa uMeya uKhansela Zibuyisile Khuzwayo-Dlamini, amaKhansela kanye neHhovisi…

  • AdminAdmin
  • April 17, 2023
  • 0 Comments
Uthembisa ukhulu ukapteni wamaSpar Proteas

MAGAYE CELE UFUNA ukubona iqembu lesizwe lebhola lomnqakiswano lenza kahle kakhulu emidlalweni yakulo nyaka yeNdebe yoMhlaba ukapteni weqembu lesizwe lakuleli, uBongiwe Msomi obalwa nabanye babadlali bakuleli asebemnkantshubovu. UMsomi onekhono elimangalisayo uthi…

  • AdminAdmin
  • November 14, 2022
  • 0 Comments
UHlomuka ufuna ababulali bephoyisa lomgwaqo KwaDukuza

SECHABA MAKORO UMPHATHISWA woMnyango wezokuThutha, EzokuPhepha nokuXhumanisa uMphakathi KwaZulu-Natal uMnu Sipho Hlomuka usehlabe ikhwele lokusebenzisana nomphakathi owakhele iKwaDukuza ngokubanjwa kwabahlaseli abadubule babulala iphoyisa lomgwaqo lisemsebenzini. Usale udidekile umphakathi owakhele uMasipala…

  • AdminAdmin
  • September 29, 2022
  • 0 Comments
Kulindelwe lukhulu ngeSENZALULA yakwaDukuza

SECHABA MAKORO OWAKWADUKUZA uze nohlelo lweSENZALULA okuhloswe ngalo ukusiza umphakathi ekufinyeleleni ezinsizeni zikamasipala lezo ezifaka phakathi izidingo-ngqangi.  IMeya yakwaDukuza uKhansela Lindile Nhaca yiyona eze nalolu hlalo ngenhloso yokungavalelwa ngaphandle kwabantu…

  • AdminAdmin
  • February 24, 2022
  • 0 Comments
Kuvuselelwa umnotho ongeniswa ama-BnB eMgungundlovu

TSEPO MOTLOKOA KUBUYISE ithemba ukuzinikela kweMeya yesiFunda saseMgungundlovu uMnu Mzi Zuma ekulekeleleni ama-guest house akuleli dolobha asala dengwane kwakubheduke iCOVID-19 okwalandelwa ukuvalwa kwezwe ukunqanda ukusabalala kwalombhedukaze izindawo zokulala zasala zingenzi nzuzo.…

  • AdminAdmin
  • January 27, 2022
  • 0 Comments
UTHOLAKALE UNGENACALA UMKHANDLU KWELEZINSIZA ZECOVID- 19

Magaye Cele IMEYA yoMkhandlu waKwaDukuza, enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal, uKhansela Lindile Nhaca usewamukele umphumela obathole bengenacala wophiko lweSpecial Investigation Unit (SIU) obumayelana nezinsolo ngokukhwabanisa izinsiza zokuvikela iCovid- 19 (Personal Protection Equipment)…

×