• AdminAdmin
  • August 17, 2026
  • 0 Comments
INGADI EYODWA, IKHAYA ELILODWA

Intatheli yeSivubela Intuthuko SEYIYAQALA ukushintsha impilo emakhaya aseShakaville, KwaDukuza, njengoba uhlelo lukahulumeni i-One Home, One Garden selusiza imindeni ukuthi izenzele ukudla, inciphise izindleko futhi yakhe amathuba okuziphilisa. Lolu hlelo oluqhutshwa…

  • AdminAdmin
  • August 17, 2026
  • 0 Comments
IMandeni igcwalisa ugu loThukela ngezivakashi

Intatheli yeSivubela Intuthuko Indawo yaseMandeni iyaqhubeka nokuheha izivakashi ngemicimbi yezokuvakasha nezokungcebeleka, njengoba amakhulukhulu abantu begcwale eTugela Mouth ekuqaleni kwenyanga beze emicimbini emibili emikhulu obekuhlanganisa abathandi bezithuthuthu nabadobi. Ngaphezu kokuba le…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
UMASIPALA ULETHA ISITHUNZI KUBANTU NGOHLELO LWEZINDLU 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kuvunguza umoya wenjabulo emiphakathini ehlukene ngaphansi kukaMasipala weTheku, njengoba kuqhubeka uhlelo lokunikezelwa kwezindlu ezisezingeni ezihlose ukubuyisa isithunzi emindenini ehlwempu. EThornwood, kuWadi 14, uMasipala unikezele ngemizi emisha engu-16…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa Kwezimali KwaZulu-Natal lapho iKwaDukuza ithole ingxenye ka-R26.5 billion okusho ukuthi u-26.47% wesamba…

×