• AdminAdmin
  • April 19, 2022
  • 0 Comments
UMngeni Water Amanzi nesinxuso emphakathini

TSEPO MOTLOKOA Kunxuswa izakhamizi ezakhele isifunda iLembe, iTheku noGu ezithola amanzi ngaphansi koMngeni Water Amanzi ukubekezela njengoba le nkampani izama ukulungisa amapayipi aye aphazamiseka ngesikhathi sezikhukhula agcine eqhuma ngenxa yokuwelwa amadwala…

  • AdminAdmin
  • April 19, 2022
  • 0 Comments
ABASE-MDDA babonga i-iGrantee Orientation Workshop 

TSEPO MOTLOKOA BABONGA ukubambisana okuhle abe-Media Development and Diversity Agency (MDDA) nezikhungo zamaphephandaba nemisakazo eziye zathola ukuxhaswa yibona onyakeni wabo wezimali wango-2021-2022 ukuqinisekisa ukudlulisa ulwazi olubalulekile kubantu ezibaphakela izindaba. Ekuqaleni kuka-April…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2022
  • 0 Comments
UMEYA WAKWADUKUZA UGXEKA UKULIMALA KWABAKA CENSUS

MAGAYE CELE UMEYA woMkhandlu waKwaDukuza enyakatho yesiFundazwe, iKwaZulu Natal, uNkk Lindiwe Nhaca usephumele obala wasigxeka kakhulu isehlakalo sokusasazelwa ngezinja kwabesifazane abaqashwe kwaCensus ukuba baqhube umsebenzi omkhulu wokubala abantu bengena umuzi nomuzi.…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2022
  • 0 Comments
UHlomuka unikele ngama-tablet emakhosini aKwaZulu-Natal

TSEPO MOTLOKOA OPHATHISWE uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal uMnu Sipho Hlomuka uqinisa ezokuxhumana namakhosi aseNdlunkulu njengoba enikele ngama-tablet anobuchwepheshe besimanje ukuze ahlale enolwazi ngokwenzekayo. Ekhuluma ese-Archie Gumede Conference Centre eMayville eThekwini uMnu…

×