UMasipala Usiza Abafundi Ukugwema Iphutha Lokukhetha Izifundo Nemisebenzi
Nokulunga Nxumalo Kubafundi abaningi basezikoleni zamabanga aphezulu, ukuqeda uMatikuletsheni kuvame ukuhambisana nengcindezi yokungazi ukuthi yimiphi imikhakha okufanele bayikhethe noma ukuthi yiziphi izifundo ezizobavulela amathuba emisebenzi esikhathini esizayo. Abanye bagcina bekhetha…
Intsha Iqala Impi Yokuvikela Imvelo Emakilasini
Intatheli yeSivubela Intuthuko Ngesikhathi amazwe omhlaba egubha uSuku Lomhlaba Lwezinto Eziphilayo (International Biodiversity Day), abafundi basezikoleni ezingaphansi kwesiFunda iLembe bathole ithuba lokukhombisa ukuthi ulwazi ngemvelo lungaba yingxenye yesixazululo sezinkinga ezithinta…
Intatheli yeSivubela Intuthuko
Isabelomali esihlongozwayo sika-2026/2027 soMasipala wesiFunda iLembe asigxili kuphela ekuphathweni kwemali, kodwa sibonakala njengomzamo wokulungisa izinkinga ezihlasele imiphakathi iminyaka, ikakhulukazi udaba lokungatholakali kwamanzi ngendlela efanele. Ubuholi bukaMasipala wesiFunda, ngokubambisana noMasipala waKwaDukuza,…
Kugcizelelwe ubumbano kugujwa i-AFRICA Day
Isifundazwe saKwaZulu-Natal sigubhe usuku lwe-Africa Day ngokuqhakambisa amasiko, ubumbano kanye nemibukiso ehlukahlukene ebonise ifa lezwekazi lase-Afrika. Umcimbi omkhulu ububanjelwe eThe Playhouse, eThekwini lapho uNdunankulu wesifundazwe uMnuz Thamsanqa Ntuli egcizelele umyalezo wobunye,…
KUMEMEZELWE IZINHLELO ZENTUTHUKO EZIZOSHINTSHA IMPILO YOMPHAKATHI
Nokulunga Nxumalo Kube yinhlokomo emphakathini ngesikhathi iMeya yoMkhandlu waseNdwedwe, uKhansela Samuel Mfeka, imemezela uchungechunge lwezinhlelo zentuthuko ezihloselwe ukuthuthukisa impilo yabantu nokuletha izinsiza ezisemqoka emiphakathini yasemakhaya. Phakathi kwezinhlelo ezimenyezelwe kubalwa ukuqala…
KUHLELWA AMASU OKUTHUTHUKISA IBHAMSHELA
Nokulunga Nxumalo Ubuholi boMkhandlu waseNdwedwe, izinduna zendawo kanye nehhovisi loMnyango Wezemisebenzi Yomphakathi Nengqalasizinda bahlangane nabahwebi baseBhamshela ngenhloso yokudingida amasu okuthuthukisa le ndawo, njengoba kulindeleke ukuthi kwakhiwe isikhumulo samatekisi kanye nezitolo…
