UMSHAYISIBHAKELA WASENINGIZIMU AFRIKA NENSELELO YOKUNQOBA IBHANDE ELIKHULU
MAGAYE CELE OMUNYE wabashayisibhakela owaziwayo nohlonishwayo kakhulu eNingizimu Afrika usethole impi enkulu kakhulu azoyilwa ngoMarch kuwona lo nyaka. Loyo nguZolani “Last Born” Tete ngokuzalwa ongowaseMdansane, e-Eastern Cape osekuqinisekiswe izindaba zokuthi uzongqimuzana…
Imisebenzi kaHulumeni kayikhokhelwa-Khoza
TSEPO MOTLOKOA UNGQONGQOSHE woMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal uNkk Nonhlanhla Khoza usehlabe ikhwelo kwizakhamizi zesifundazwe ukuba mehlo made ziqaphe eqolo njengonwabu amaqola asembhidlangweni wokuwaka abantu ngemisebenzi kahulumeni okumele ziyigwazele ngoR9 000 ukungena…
OwezokuHlaliswa kwaBantu eKZN no-R15m kwabezikhukhula
TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal ophathiswe uNgqongqoshe Jomo Sibiya sewuhlinzeke ngo-R15 million kubantu abakhahlamezeke ezikhukhuleni zakamuva ezishiye kukhalwa ezifundeni ezinini zesifundazwe abantu basala dengwane kumuka imizi yabo eminye icekelwa yisiphepho.…
Kwamukelwe iKwaDukuza Resident Forum ukuphephisa abantu
TSEPO MOTLOKOA KWETHULWE ngokusemthethweni inhlangano engenzi nzuzo iKwaDukuza Resident Forum (KDRF) ngenhloso yokuzovikela amalungelo ezakhamizi zakulomasipala okuthiwa ziyizisulu zokuhlaselwa kugqekezwe imizi yazo. I-KDRF ibhaliswe ngokusemthethweni njengenhlangano ezobhekelela ukuphepha kwabantu baKwaDukuza kuze…
OwaseMandeni ukhuculule ukungcola kwaChappies naseBhidla
TSEPO MOTLOKOA UMASIPALA waseMandeni uhlaba ikhwele kubantu abakhele lomkhandlu ukusebenziswa izindawo ezihlinzekiwe ukulahla udoti ukuvika ukunubuzeka kwemvelo nokuthi abantu bahlale bephilile ngokuphefumula umoya onempilo. Abe-SWIFT baphume umkhankaso wabo kade kuvulwa izikole…
UTHOLAKALE UNGENACALA UMKHANDLU KWELEZINSIZA ZECOVID- 19
Magaye Cele IMEYA yoMkhandlu waKwaDukuza, enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal, uKhansela Lindile Nhaca usewamukele umphumela obathole bengenacala wophiko lweSpecial Investigation Unit (SIU) obumayelana nezinsolo ngokukhwabanisa izinsiza zokuvikela iCovid- 19 (Personal Protection Equipment)…
Abazali babongele izingane zabo kothisha baka-grade 12
TSEPO MOTLOKOA ABAZALI babafundi abebefunda u-grade 12 ngonyaka odlule eGeorgetown High School e-Edendale eMgungundlovu batheleke ngobuningi babo emagcekeni esikole bezobonga othisha ngokukhweza kwelenyoni izingane zabo njengoba lesi sikole sithole u-100%…