• AdminAdmin
  • March 31, 2026
  • 0 Comments
Kubuye ithemba kuvulwa inkudla entsha yezemidlalo eGroutville

Izithombe: Intsha ikhombisa amathalente ayo ngokuqhudelana kulenkundla entsha ngemidlalo enhlobonhlobo. Intatheli yeSivubela Intuthuko Umphakathi weseGroutville ube nesizathu sokujabula ngesikhathi kudluliswa ngokusemthethweni iNkundla Yezemidlalo yaseGroutville, okuyingqalasizinda ebilindelwe isiskhathi eside futhi okulindeleke…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kunconywa umdlali osemncane weqembu laKwaZulu Natal

MAGAYE CELE UMDLALI osenesipiliyoni ebholeni likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika uncoma umdlali osamncane ongowaKwaMashu ngokuzalwa. UThabo Matlaba weLamontville Golden Arrows uthi uyethembisa kakhulu umdlali waleli qembu osamncane uSanele Radebe odume ngelikaFigo noneminyaka…

  • AdminAdmin
  • August 18, 2025
  • 0 Comments
UNomvethe ufuna abagadli babhukule

INKAKHA yebhola likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika eseyawaphanyeka emgibeni amakhokho iphosela inselelo abagadli bakuleli ukuba benze kangcono. Loyo nguSiyabonga Bhele Nomvethe ngokudabuka ongowaKwaMashu nobalwa nabanye babagadli abazakhela igama elikhulu ebholeni likanobhutshuzwayo lakuleli.…

  • AdminAdmin
  • August 18, 2025
  • 0 Comments
UBE IMPUMELELO UMTELEBHELO WAMAHHASHI WESIFUNDA ILEMBE

Liphezulu izinga nomdlandla womutelebhelo we iLembe ngokubambisana nabo bonke oMasipala abane esifundeni kanye nomnyango wezeMidlalo, KwaZulu-Natal kanye namalunga ekomiti lomtelebhelo obuseNtabeni iKhenane kuMasipala waseNdwedwe. ube yimpumelelo njengoba amalungu omphakathi waseNdwedwe…

×