Kunconywa umdlali osemncane weqembu laKwaZulu Natal
MAGAYE CELE UMDLALI osenesipiliyoni ebholeni likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika uncoma umdlali osamncane ongowaKwaMashu ngokuzalwa. UThabo Matlaba weLamontville Golden Arrows uthi uyethembisa kakhulu umdlali waleli qembu osamncane uSanele Radebe odume ngelikaFigo noneminyaka…
UBongumusa Mthembu ufuna kuthuthukiswe abasubathi basemakhaya
OMUNYE wabasubathi abahlonishwayo kakhulu esiFundazweni saKwaZulu Natal, nosezakhele igama elikhulu kwezokusubatha uthi kumele bathuthukiswe abasubathi abavela ezindaweni zasemakhaya. Umsubathi okukhulunywa ngaye lapha uBongumusa Mthembu obalwa nabanye babasubathi abahlonishwayo kakhulu eNingizimu…
Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini
Intatheli yeSivubela Intuthuko IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa Kwezimali KwaZulu-Natal lapho iKwaDukuza ithole ingxenye ka-R26.5 billion okusho ukuthi u-26.47% wesamba…
UMasipala ubuyisa ithemba kubantu baSoyengweni ngomgwaqo uKhukho
Intatheli yeSivubela Intuthuko Imisebenzi iyabonakala kuMasipa waKwaMaphumulo oholwa yiMeya uKhansela Zibuyisile Khuzwayo‑Dlamini, nje ngoba kwethule ngokusemthethweni isigaba sesibili (Phase 2) somgwaqo u Khukho Road oseWadi 4, eSoyengweni. UMeya ubehambisana noSekela…
Kuqopheke umlando inkosi yaseMacambini ingena esibayeni
Intatheli yeSivubela Intuthuko Bekukuhle kudelile esizweni saseMacambini, eMandeni njengoba bekunomcimbi wokungena esibayeni kwenkosi yesizwe, iNkosi Mthokozisi Mathaba. Lomcimbi ubuhanjelwe izicukuthwane okubalwa nobuholi bomkhandlu ka Masipala wase Mandeni nobebuholwa oyiMeya yomkhandu uKhansela Thabani…
Usuvikelekile umndeni kumbani oyingozi
Intatheli yesivubela Uzizwa uvikelekile kumbani oyingozi umndeni wakwaLuthuli eNdwedwe kuwadi 11 emva kokuba uMasipala wesiFunda iLembe ufake isikhonkwane sezulu. Lokhu kuza emva kokuba lomndeni ufake isicelo kuMasipala ngenxa yezulu eliduma…
