IYABONAKALA IMISEBENZI YOKUFAKELWA KWAMANZİ ENDWEDWE.
Umasipala wesiFunda iLembe uholwa uMeya, Khansela Thobani Shandu uyaqhubeka nokwenza umsebenzi wokufakwa kwamanzi eNdwedwe. INdwedwe ingezinye zezindawo ezingenawo amanzi empompini kodwa eziwathola ngamaloli amanzi. Ngonyaka owedlule umasipala wesiFunda iLembe wethula…
UWUSIZO UMTHOLAMPILO ONGUMAHAMBA NENDLWANE EZWELISHA
INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Bayishayela ihlombe imizamo yoMnyango weZempilo esiFundazweni saKwaZulu-Natali sokuletha umtholampilo ongumahamba nendlwana endaweni yaseZwelisha eduze neVerulam nongenaso isikhungo sezempilo. Ngokusho kwabahlali, lomtholampilo ufika kanye ngesonto ngoLwesine nosuwenze omkhulu…
BATHOKOZELE UKULUNGISELWA IZINDLU ZANGASESE EBESEZITHATHE IMINYAKA ZINGASEBENZI
INTATHELI YESIVIUBELA UNTUTHUKO Sekuthathe iminyaka eyisikhombisa ukuthi kulungiswe izindlu zangasese emijondolo yaseSiyathuthuka, eThekwini emva kokuba zavalwa ngenxa yesimo esingagculisi. Lezindlu zangasese ezinendawo yokugezela, yokuwasha kanye neyokuzikhulula ezaziwa ngokuthi ama communual…
UBONGWE ESAPHILA OSETHATHA UMHLALAPHANSI EMANDENI
INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Kunconywe amagalelo loyo osethatha umhlalaphansi ngaphansi koMasipala waseMandeni Unconywe ngamagalelo akhe nokuzimisela ekusebenzeleni umphakathi osethatha umhlalaphansi ngaphansi koMasipala waseMandeni. UNkk Melody Mdunge obaziwa kakhulu ngokuthi u’Mam’ Mdunge…
UNdunankulu nenselelo koMasipala ngemibiko engenagcobho
LOYO onguNdunankulu wesiFundazwe saKwaZulu, uMnuz Thami Ntuli uphosela inselelo bonke omasipala basesiFundazweni ukuba babhukule baqinisekise ukuthi bathola imibiko kamcwaningi mabhuku engenawo ugcobho. UNtuli uthi sesifikile manje isikhathi sokuthi kuqinisekiswe ngayo…
UMASIPALA WASERICHMOND UPHINDE WAHLABANA KWICIGFARO
Umkhandlu waseRichmond uphinde wathola umklomelo ohlonishwayo we-“Sound Financial Management” ngesikhathi sengqungquthela yesi-93rd eyaziwa ngokuthi i-Annual Chartered Institute of Government Finance Audit and Risk Officers (CIGFARO) ebibanjelwe eThekwini ngoLwesine, mhlaka -01…
