• AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
KUHLELWA AMASU OKUTHUTHUKISA IBHAMSHELA 

Nokulunga Nxumalo Ubuholi boMkhandlu waseNdwedwe, izinduna zendawo kanye nehhovisi loMnyango Wezemisebenzi Yomphakathi Nengqalasizinda bahlangane nabahwebi baseBhamshela ngenhloso yokudingida amasu okuthuthukisa le ndawo, njengoba kulindeleke ukuthi kwakhiwe isikhumulo samatekisi kanye nezitolo…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
IMEYA IQHUBEKA NOKULALELA IZIKHALO ZOMPHAKATHI

Intatheli yeSivubela Intuthuko IMeya yoMkhandlu waKwaDukuza, uKhansela Siduduzo Gumede, iyaqhubeka nohlelo lweMayoral Imbizo oluhlose ukusondeza uMasipala emphakathini nokulalela izinselelo ezibhekene nezakhamuzi ezindaweni ezahlukene. Muva nje, iMeya kanye nezikhulu zikaMasipala waKwaDukuza…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
KUSONDEZWA IZINSIZA ZIKAHULUMENI EMPHAKATHINI

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kukhuthazwe izakhamuzi zesifunda iLembe ukuthi zibambe iqhaza elibonakalayo ezinhlelweni zombuso ngesikhathi iSishayamthetho saKwaZulu-Natal siqhuba umkhankaso wokufundisa umphakathi ngokubaluleka kokuvota nokuzibandakanya kwezombusazwe. Lo mkhankaso ubuhlose ukusondeza izinsiza zikahulumeni…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
UMASIPALA ULETHA ISITHUNZI KUBANTU NGOHLELO LWEZINDLU 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kuvunguza umoya wenjabulo emiphakathini ehlukene ngaphansi kukaMasipala weTheku, njengoba kuqhubeka uhlelo lokunikezelwa kwezindlu ezisezingeni ezihlose ukubuyisa isithunzi emindenini ehlwempu. EThornwood, kuWadi 14, uMasipala unikezele ngemizi emisha engu-16…

×