ISAZISO SOMPHAKATHI – UKUVALWA KOKUPHAKELWA KWAMANZI ELOWER THUKELA
USUKU* : NgoMsombuluko, 9 kuNhlaba 2022*ISIKHATHI* : 6h00 – 18h00 Umphakathi waKwaDukuza uyaziswa ukuthi inkampani ephakela uMasipala wesiFunda iLembe ngamanzi Umgeni Water ucele ukuvala amanzi ngokushesha kusukela kusasa ekuseni ngehora…
Sekuzoba nokuncima kukagesi
U-Eskom umemezele ukucinywa kukagesi okuhleliwe kwesigaba 2 kusukela ngo-5 ntambama namhlanje kuze uMsombuluko ngo-5 ekuseni.
Owezempilo nokusiza abakhahlanyezwe ikhukhula
Intatheliyephephandaba Ukudla nezindlu kunesidingo esikhulu kulabo abakhahlanyezwe yizikhukhula zakamuva kepha izinsiza zokwelapha nazo zibaluleke kakhulu. Yingakho ushayelwe ihlombe umnikelo kaDkt Nondumiso Mzizana weSikelela Medical and Dental Suppliers (PTY) Ltd awukhiphele izisulu…
USomlomo waKwaZulu-Natal nekomidi elizoqapha umnikelo wezikhukhula
TSEPO MOTLOKOA IHHOVISI likaSomlomo wesiShayamthetho saKwaZulu-Natal uNksz Nontembeko Boyce seliqoke ikomidi lamalungu esishayamthetho elizojutshwa ezifundeni ezinhlanu ezikhahlanyezwe yizikhukhula ukubheka ukuthi ngabe uxhaso oludluliselwe kubantu luyafika yini kulabo abasale dengwane. Ngokwesitatimende esikhishelwe…
UMASHABA UGXEKA UKUBUTHELANA KWABADLALI ASEBEKHULILE KWI-ABC
MAGAYE CELE LOYO owabe engumqeqeshi weqembu lesizwe likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika, uMnuz uShakes Mashaba uthi akaneme ngendaba yabadlali asebekhulile kakhulu ngokweminyaka abavele benze i-ABC Motsepe league indawo yabo yokugugela. UMashaba uthe…
UMEYA waseMandeni ugqugquzela ukudlalwa kweKarate
MAGAYE CELE IMEYA yoMkhandlu waseMandeni enyakatho yeKwaZulu Natal, uKhansela Thabani Mdlalose ugqugquzela kakhulu abantu abasha bakule ndawo ukuthi bangazitheIi ngabandayo kodwa bazijwayeze ukuzibandakanya nomdlalo wekarate. UMeya walo Mkhandlu uchaze ukarate…
Izinduna zinikele ngokudla entombazaneni ekhale ngendlala kwi-Facebook
TSEPO MOTLOKOA UPHENDUKE iqhawe u-Asibonge Zondi (12) wasePhayiphini KwaMpumuza onikele ekhasini le-Facebook elaziwa ngeSIFUNISANA UMSEBENZI ePIETERMARITZBURG enxusa kongaba nosizo ukubanikelela ngokudla ekhaya echaza nokuthi kabasenanina basele noyise owahlaselwa yisifo sohlangothi wayeka…
Kugujwa ukuhlanganisa iminyaka engu-58 kwi-Art in the Park eMgungundlovu
TSEPO MOTLOKOA KUBUNGAZWA iminyaka engu-58 kwasungulwa uhlelo lwe-Art in the Park ngaphansi kwase-Msunduzi Pietermaritzburg Tourism Association (MPTA) eMgungundlovu okuvela ukuthi imibukiso yezobuciko selokhu yaqala ukukhangiswa ngo-1962 njengoba namanje kusahanjwa ngawo lowo…
