• AdminAdmin
  • April 19, 2022
  • 0 Comments
I-MOWCS ilekelela abamukelwe ngamakhaya KwaZulu-Natal

TSEPO MOTLOKOA LUNGENA lulakanyana usizo lokusebenzisana noHulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal oluya kubantu abakhahlanyezwe yizikhukhula ezishiye izingxenye zedolobha laseThekwini, KwaDukuza nasoGwini abantu bengenamizi abanye balahlekelwa yimiphefumulo. Abe-Meals On Wheels Community Services (MOWCS)…

  • AdminAdmin
  • April 19, 2022
  • 0 Comments
UMngeni Water Amanzi nesinxuso emphakathini

TSEPO MOTLOKOA Kunxuswa izakhamizi ezakhele isifunda iLembe, iTheku noGu ezithola amanzi ngaphansi koMngeni Water Amanzi ukubekezela njengoba le nkampani izama ukulungisa amapayipi aye aphazamiseka ngesikhathi sezikhukhula agcine eqhuma ngenxa yokuwelwa amadwala…

  • AdminAdmin
  • April 19, 2022
  • 0 Comments
ABASE-MDDA babonga i-iGrantee Orientation Workshop 

TSEPO MOTLOKOA BABONGA ukubambisana okuhle abe-Media Development and Diversity Agency (MDDA) nezikhungo zamaphephandaba nemisakazo eziye zathola ukuxhaswa yibona onyakeni wabo wezimali wango-2021-2022 ukuqinisekisa ukudlulisa ulwazi olubalulekile kubantu ezibaphakela izindaba. Ekuqaleni kuka-April…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2022
  • 0 Comments
UZWANE UPHAWULA NGOKUZITSHWA KWIBAFANA BAFANA

MAGAYE CELE ISETHENJWA seMamelodi Sundowns, uThemba Zwane sesiphumele obala saphawula ngokuzitshwa kwaso ngumlolongi weqembu lesizwe, iBafana Bafana phezu kokuba lo mdlali ebonakala esefomini enhle kakhulu. UZwane oyisikhwishikhwishi seMamelodi Sundowns nosenesipiloyoni esikhulu…

×