• AdminAdmin
  • April 8, 2022
  • 0 Comments
UMEYA WAKWADUKUZA UGXEKA UKULIMALA KWABAKA CENSUS

MAGAYE CELE UMEYA woMkhandlu waKwaDukuza enyakatho yesiFundazwe, iKwaZulu Natal, uNkk Lindiwe Nhaca usephumele obala wasigxeka kakhulu isehlakalo sokusasazelwa ngezinja kwabesifazane abaqashwe kwaCensus ukuba baqhube umsebenzi omkhulu wokubala abantu bengena umuzi nomuzi.…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2022
  • 0 Comments
UHlomuka unikele ngama-tablet emakhosini aKwaZulu-Natal

TSEPO MOTLOKOA OPHATHISWE uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal uMnu Sipho Hlomuka uqinisa ezokuxhumana namakhosi aseNdlunkulu njengoba enikele ngama-tablet anobuchwepheshe besimanje ukuze ahlale enolwazi ngokwenzekayo. Ekhuluma ese-Archie Gumede Conference Centre eMayville eThekwini uMnu…

  • AdminAdmin
  • March 24, 2022
  • 0 Comments
UMKHANKASO KAMASIPALA WOKUKHUCULULA ITHEKU

MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku usembhidlangweni wokuhlanza leli dolobha libe sesimweni elalivele laziwa ngaso eminyakeni eyedlule. Loyo oyiPhini likaMeya, uMnuz Philani Mavundla uthe bazokwenza konke okusemandleni ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi bayalihlanza idolobha,…

  • AdminAdmin
  • March 24, 2022
  • 0 Comments
OwokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal utusa osonhlalakahle

TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal sewuchome uphaphe legwalagwala osonhlalakahle abangaphansi kwawo ngomsebenzi omqoka abawenzela isizwe nanokugcina inhlalakahle emphakathini. Ekhuluma emgubhweni wokubungaza osonhlalakhle uNkk Nonhlanhla Khoza ophathiswe lo mnyango esifundazweni…

  • AdminAdmin
  • March 23, 2022
  • 0 Comments
UKUVALWA KWESIKHUNGO SOKUBHALELA AMA-LEARNERS

Udaba oluthunyelwe UMASIPALA wasOndini wazisa umphakathi ngokuvalwa kwesikhungo sokubhalela izincwadi zama – Learners. Lokhu kulandela isigameko esenzekile ngezikhathi zasekuseni namhlanje lapho umfundi obezovivinyelwa incwadi zokushayela wanyathela ngamandla wasuka enkundleni yokuvivinywa…

×