• AdminAdmin
  • November 29, 2022
  • 0 Comments
UJomo nenselelo kubadlali baseNingizimu Afrika

UJOMO Sono MAGAYE CELE UJOMO Sono oyingwazi yebhola likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika ophinde abe ngumlolongi weJomo Cosmos okuyiqembu alisungula uphosela inselelo abadlali bakuleli ngokuthi bahambe bayothola amakilabhu abangawadlalela phesheya kwezilwandle. UJomo…

  • AdminAdmin
  • November 29, 2022
  • 0 Comments
AboMngeni Water baxoxa nabeTheku ngolukagesi emathangini amanzi

SECHABA MAKORO UKUPHAZAMISEKA kwengqalasizinda kagesi seyisukumise abenkampani enkulukazi esabalalisa amanzi engxenyeni enkulu yabantu baseNingizimu Afrika ukuba nezingxoxo noMasipala waseThekwini kubhekwe ukuthi kungasetshenziswana kanjani kulandela izikhalo eziningi zokunqamuka kwamanzi kwezinye izingxenye…

  • AdminAdmin
  • November 29, 2022
  • 0 Comments
Kunconywe amabhishi aKwaDukuza ngokuhlanzeka

SECHABA MAKORO IZIHLAHI zivakashela izindlebe ebuholini bakaMasipala waKwaDukuza ngenhlolovo yabe-Blue Flag Beach Status abeka phambili amabhishi njengoba ethola u-70% njengakulungele ukumumatha abantu ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi. AbeBlue Flag Beach Status baklomelise…

  • AdminAdmin
  • November 29, 2022
  • 0 Comments
I-Cogta ikhathazwa ngabazinothisa ngempahla yabezikhukhula

SECHABA MAKORO UMNYANGO wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal ophathiswe uMnu Sihle Zikalala sewukhiphe isexwayiso kosonkontileka kulandela ukusabalala ezinkundleni zezokuxhumana ukuthi sekukhona abantu asebezenzela inzuzo ngempahla okuhloswe ngayo ukwakhela izisulu zezikhukhula zango-April.…

  • AdminAdmin
  • November 29, 2022
  • 0 Comments
UHlomuka nohlelo lokulungiswa kwemigwaqo yasePort Shepstone

UNGQONGQOSHE, uMnuz Sipho Hlomuka MAGAYE CELE LOYO onguNgqongqoshe wezokuThutha esiFundazweni saKwaZulu Natal, uMnuz uSipho Hlomuka usememezele isamba semali eshisiwe esizosetshenziselwa ukulungiswa kwemigwaqo yasePort Shepstone, oGwini oluseningizimu yesiFundazwe saKwaZulu Natal. UNgqongqoshe,…

  • AdminAdmin
  • November 28, 2022
  • 0 Comments
UDube-Ncube uzwa umoya wokusimama komnotho KwaZulu-Natal

SECHABA MAKORO UNDUNANKULU wesifundazwe uNkk Nomusa Dube-Ncube futho ongowokuqala wesifazane ukuhlala esihlalweni esikhulu kangaka sokuhola isifundazwe wethula umbiko wokuqala wokuqeda izinsuku eziwu-100 esehhovisini selokhu aqokelwa kusona kwakushenxa uMnu Sihle Zikalala obehola…

×