• AdminAdmin
  • April 11, 2024
  • 0 Comments
UMASIPALA WESIFUNDA ILEMBE ULWA NOKUGXAZA KWAMANZI 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Usuqalile umkhankaso wokuvala ukugxaza kwamanzi ngaphansi kwesiFunda iLembe. IMeya yaleSifunda ukhansela Thobani Shandu ithi ukulahleka kwamanzi ngenxa yamapayipi avuzayo kusho ukuthi kunengcindezi ephansi emhlabathini lapho amapayipi ehamba…

  • AdminAdmin
  • March 26, 2024
  • 0 Comments
KUBANJWE UMCIMBI WAMINYAKAYONKE WOSOMABHIZINISI EMANDENI 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO  Kuvuseleleke uthando lwebhizinisi kosomabhizinisi baseMandeni ngenkathi behlangene emcimbini waminyaka yonke osingathwa uMasipala wase Mandeni owaziwa nge Business Fair.  UMasipala waseMandeni usebenzisa umbukiso wamabhizinisi, iBusiness Fair, ukuletha ongoti…

  • AdminAdmin
  • February 28, 2024
  • 0 Comments
BAKHALA NGESIMO ESINGESIHLE EAMAOTI TRANSIT CAMP

By Nokulunga Majola  Siyaqhubeka nokuba simbi isimo endaweni yaseNanda e-Amaoti Transit Camp kuShellbrook Street, enyakatho yeTheku njengoba izinto ziqhubeka nokonakala emva kokuba abahlali balendawo beshise izindlu zangasese bekhala ngokuthi bezingasanakekelwa. …

×