EZENTUTHUKO ALL

IMEYA YETHEKU NEZINHLELO ZOKUQEDA UBUGEBEGU EDOLOBHENI

MAGAYE CELE IMEYA yoMkhandlu weTheku, uKhansela Mxolisi Kaunda usedalule ukuthi bafuna ukwenza konke okusemandleni njengoMkhandlu ngenhloso yokulwa nobugebengu kuleli dolobha obobunakala budla...

IPHINI LEMEYA NOHLELO LOKUFAKELWA KUKAGESI EMIJONDOLO

MAGAYE CELE LWETHULWE ngokusemthethweni uhlelo lokufakelwa kukagesi emijondolo. Lolu hlelo lwethulwe yiloyo oyiPhini leMeya kuMkhandlu weTheku, uMnuz Philani Mavundla ebambisene nethimba...

KUSEQHULWINI UKUHANJISWA KWEZIDINGO KUBANTU KWIMEYA YELEMBE

MAGAYE CELE LUSEQHULWINI kwiMeya yesiFunda iLembe, udaba lokuqinisekisa ukuphuthunyiswa kwezinsiza kubantu kanye nodaba lokwakhiwa kwengqalasizinda eseqophelweni eliphezulu. Lezi zindaba...

UMasipala weTheku nendathane yamathuba omsebenzi

MAGAYE CELE UZOQASHA abantu abalinganiselwa ku-10500 uMkhandlu weTheku oholwa yiMeya, uKhansela Mxolisi Kaunda. Lokhu lo Mkhandlu uzokwenza ngasekupheleni kwenyanga uMarch. Lolu hlelo loMkhandlu...

Imali izwa enye kuMasipala waKwaDukuza

TSEPO MOTLOKOA ZIHAMBELA phezulu izikhulu zikaMasipala waKwaDukuza kulandela ukuthi lo masipala uklonyeliswe ngoR1 million ngokuhamba phambili ekuhlinzekeni izakhimizi eziwakhele ngezidingo...

UKUVALWA KWESIKHUNGO SOKUBHALELA AMA-LEARNERS

Udaba oluthunyelwe UMASIPALA wasOndini wazisa umphakathi ngokuvalwa kwesikhungo sokubhalela izincwadi zama – Learners. Lokhu kulandela isigameko esenzekile ngezikhathi zasekuseni namhlanje lapho...

UMKHANDLU WETHEKU NOHLELO LOKUTHENGWA KWAMABUS AMASHA

MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku oholwa nguKhansela Mxolisi Kaunda sewubeke eceleni imali eshisiwe elinganiselwa ku-R450 million ezosetshenziselwa ukuthi kuthengwe amabus amasha oMkhandlu...

UMKHANKASO KAMASIPALA WOKUKHUCULULA ITHEKU

MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku usembhidlangweni wokuhlanza leli dolobha libe sesimweni elalivele laziwa ngaso eminyakeni eyedlule. Loyo oyiPhini likaMeya, uMnuz Philani Mavundla uthe bazokwenza konke...

EZENTUTHUKO LATEST

Umkhandlu ubeke inhlalakahle yabasebenzi ngohlelo lokuqwashisa ngezezimali

Isithombe: Abasebenzi abangaphansi koMasipala iLembe bathole ukuchushiswa ngezezimali. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko Umkhandlu weSifunda iLembe wenze okungajwayelekile...

Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa...

UMasipala  ubuyisa ithemba kubantu baSoyengweni ngomgwaqo uKhukho

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Imisebenzi iyabonakala kuMasipa waKwaMaphumulo oholwa yiMeya uKhansela Zibuyisile Khuzwayo‑Dlamini, nje ngoba kwethule ngokusemthethweni isigaba sesibili (Phase 2)...

Kuqopheke umlando inkosi yaseMacambini ingena esibayeni

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Bekukuhle kudelile esizweni saseMacambini, eMandeni njengoba bekunomcimbi wokungena esibayeni kwenkosi yesizwe, iNkosi Mthokozisi Mathaba.  Lomcimbi...

Sivubela Intuthuko

Website Slogan

Contact Us

270 Stamford Hill Road, Durban, 4001

(+27) 67 920 8446
info@sivubelaintuthuko.co.za

×