• AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kunconywa umdlali osemncane weqembu laKwaZulu Natal

MAGAYE CELE UMDLALI osenesipiliyoni ebholeni likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika uncoma umdlali osamncane ongowaKwaMashu ngokuzalwa. UThabo Matlaba weLamontville Golden Arrows uthi uyethembisa kakhulu umdlali waleli qembu osamncane uSanele Radebe odume ngelikaFigo noneminyaka…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa Kwezimali KwaZulu-Natal lapho iKwaDukuza ithole ingxenye ka-R26.5 billion okusho ukuthi u-26.47% wesamba…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kuqopheke umlando inkosi yaseMacambini ingena esibayeni

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Bekukuhle kudelile esizweni saseMacambini, eMandeni njengoba bekunomcimbi wokungena esibayeni kwenkosi yesizwe, iNkosi Mthokozisi Mathaba.  Lomcimbi ubuhanjelwe izicukuthwane okubalwa nobuholi bomkhandlu ka Masipala wase Mandeni nobebuholwa  oyiMeya yomkhandu uKhansela  Thabani…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Usuvikelekile umndeni kumbani oyingozi 

Intatheli yesivubela Uzizwa uvikelekile kumbani oyingozi umndeni wakwaLuthuli eNdwedwe kuwadi 11 emva kokuba uMasipala wesiFunda iLembe ufake isikhonkwane sezulu. Lokhu kuza emva kokuba lomndeni ufake isicelo kuMasipala ngenxa yezulu eliduma…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kukhuthazwa amasu amasha ezolimo 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kube nengqungquthela yesithupha ye-Urban Agri World ebibanjelwe e-The Capital Hotel, eZimbali, lapho iMeya yesiFunda iLembe, uKhansela Thobani Shandu, egcizelele khona ukubaluleka kokuqanjwa kwamasu amasha okondla amadolobha akhula…

×