• AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
UMkhandlu ubambe ngempumelelo iNgoma endaweni yaseKwazini

Isithombe: Bezisina zidedelana kwiNgoma yaseNdwedwe yalonyaka. Izithombe zithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko UMasipala waseNdwedwe ubambe ngempumelelo umcimbi weNgoma yaseNdwedwe kuWadi 18 endaweni yaseKwazini ekuqaleni kwenyanga, lapho kubuthene khona izinkumbi zomphakathi, amaqembu…

  • AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
ILembe nomkhankaso Wokulwa Nenkohlakalo KwaDukuza

Isithombe: Bahlangane ngazwi linye lokulwa nenkohlakalo. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO UMKHANKASO wokulwa nenkohlakalo uthole umfutho omusha esiFundeni iLembe ngesikhathi lomkhandlu uhlanganyela ne-Enterprise iLembe kanye noMasipala wakwaDukuza, Mandeni, Ndwedwe kanye…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Kuyathembisa ngeyokuphakelwa kwamanzi

Isithombe: Isiphehli manzi sizonciphisa ukuntuleka kwamanzi KwaMaphumulo. Isithombe sithunyelwe. NOKULUNGA NXUMALO KWETHULWE ngokusemthethweni iphrojekho ye-Maphumulo Water Treatment Workers ku Wadi 8, okulindeleke ukuthi ilethe ushintsho olukhulu ekuphakelweni kwamanzi endaweni yakwaMaphumulo…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Kuxhaswe osomabhizinisi besifazane ngezinsiza zokusebenza

Isithombe: Abesifazane abathole uxhaso kuMasipala INTATHELI YESIVUBELO INTUTHUKO UMASIPALA waseMandeni, ngaphansi kophiko lwe Women’s Causus, uqhubekile nokweseka ukuthuthukiswa kosomabhizinisi besifazane ngokubanikeza amathuluzi okusebenza kanye nolwazi lokukhulisa amabhizinisi abo. Lo mcimbi…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Ezemidlalo zihlanganise umphakathi eNtuzuma

Isithombe: Izingane nabathandi bezemidlalo bejabulela imidlalo ehlukahlukene. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO BAPHUME ngobuningi babo abathandi bezemidlalo ikakkkhulukazi izingane, ngesikhathi kuqala umkhosi wezokungcebeleka (Recreation Festival) eNtuzuma, kuWadi 42, lapho amalungu…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Imbokodo yokuqhubeka nokuzibonakalisa kowesibhakela

Isithombe: Intsha egxile kwezemihlalo ithole uxhaso oluzobasiza ukutshintsha izimpilo zabo. Izithombe zithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO SUYA ngokuthuthuka isibhakela sabesifazane sakwaZulu-Natal, njengoba lokhu kuvele ngokusobala ngesikhathi kubanjwa uchungechunge lwemiqhudelwano yesibhakela yabesifazane…

×