• AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Kuyathembisa ngeyokuphakelwa kwamanzi

Isithombe: Isiphehli manzi sizonciphisa ukuntuleka kwamanzi KwaMaphumulo. Isithombe sithunyelwe. NOKULUNGA NXUMALO KWETHULWE ngokusemthethweni iphrojekho ye-Maphumulo Water Treatment Workers ku Wadi 8, okulindeleke ukuthi ilethe ushintsho olukhulu ekuphakelweni kwamanzi endaweni yakwaMaphumulo…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Kuxhaswe osomabhizinisi besifazane ngezinsiza zokusebenza

Isithombe: Abesifazane abathole uxhaso kuMasipala INTATHELI YESIVUBELO INTUTHUKO UMASIPALA waseMandeni, ngaphansi kophiko lwe Women’s Causus, uqhubekile nokweseka ukuthuthukiswa kosomabhizinisi besifazane ngokubanikeza amathuluzi okusebenza kanye nolwazi lokukhulisa amabhizinisi abo. Lo mcimbi…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Ezemidlalo zihlanganise umphakathi eNtuzuma

Isithombe: Izingane nabathandi bezemidlalo bejabulela imidlalo ehlukahlukene. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO BAPHUME ngobuningi babo abathandi bezemidlalo ikakkkhulukazi izingane, ngesikhathi kuqala umkhosi wezokungcebeleka (Recreation Festival) eNtuzuma, kuWadi 42, lapho amalungu…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Imbokodo yokuqhubeka nokuzibonakalisa kowesibhakela

Isithombe: Intsha egxile kwezemihlalo ithole uxhaso oluzobasiza ukutshintsha izimpilo zabo. Izithombe zithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO SUYA ngokuthuthuka isibhakela sabesifazane sakwaZulu-Natal, njengoba lokhu kuvele ngokusobala ngesikhathi kubanjwa uchungechunge lwemiqhudelwano yesibhakela yabesifazane…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2026
  • 0 Comments
Kwethulwe uhlelo lokunakekela izindawo zomphakathi

Isithombe: Kugqugquzelwa ukubambisana ekunakekeleni izindawo zomphakathi. Isithombe sithunyelwe. NOKULUNGA NXUMALO UMASUPALA waKwaDukuza wethule ngokusemthethweni uhlelo olusha olubizwa nge Adopt-A-Facility Community Stewardship Programme, ukukhankasa ohlose ukuqinisa ukubambiswano phakathi kukaMasipala, izinhlaka zomphakathi…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2026
  • 0 Comments
Kugqugquzelwe ukuziphatha kahle nokugwema izifo kubafundi

Isithombe: Abafundi baxwayiswe ngobungozi bezifo ezithelelanayo. NOKULUNGA NXUMALO IZIBALO zakamuva zikhombisa ukuthi ukukhulelwa kwamantombazane asemancane kanye nokusabalala kwezifo ezithelelanayo kuseyinkinga enkulu eNingizimu Afrika, ikakhulukazi esifundazweni saKwaZulu-Natal. Ngokusho kweStatiatics South Africa,…

×