EZENTUTHUKO ALL

Kwelulekwe abaseMandeni ngokungashalazeli ezolimo

SECHABA MAKORO KUKHUTHAZWA izakhamizi zaKwaZulu-Natal ngokungahambeli kude nezolimo kwazise ukuthi yiwona mkhakha omqoka kakhulu empilweni yabantu njengoba impilo yabantu incike kakhulu...

OwaseMandeni nomcimbi wokuhalalisela uMiss Teen Unirvese

MAGAYE CELE UMKHANDLU waseMandeni enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal umamukele ngezandla ezifudumele, uNksz Silindile Mabaso oneminyaka engu-19 yobudala okuyimanje wenza izifundo zakhe eDurban...

UMkhandlu weTheku nezindondo zokuklomelisa abalimi abenza kahle

MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku usutshale isamba semali esilinganiselwa ku-R55 million emkhakheni weZolimo eThekwini ngenhloso yokuthuthukiswa kwengqalasizinda yeZolimo kanye nokuthuthukiswa kwabo qobo...

UMkhandlu weTheku nezinhlelo zokufakwa kwamakhamera emalokishini

MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku usezinhlelweni zokufakwa kwamakhamera ezindaweni zasemalokishini ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi izigameko ezifuze ezifana nezokutapa ezenzeka ngo-2021 azenzeki futhi...

UNgqongqoshe uxhase ifemu yaKwaDukuza

MAGAYE CELE USEMKHANKASWENI wokudala indathane yamathuba omsebenzi kanye nokuthuthukisa umnotho uMnyango wezoHwebo, iziMboni kanye nokuNcintisana eNingizimu Afrika. Lezi zindaba zidalulwe yiloyo...

UNdunankulu nekhwelo lokunakekelwa kwabafundi abavela emindenini ehlwempu

MAGAYE CELE UNDUNANKULU wesiFundazwe saKwaZulu Natal, uNkk Nomusa Dube Ncube ufuna bathole ukunakekelwa bonke abafundi abavela emakhaya ahlwempu ukuze kungeke kuze kukhinyabezeke ukufunda kwabo...

Kukhuthazwa abantu abasha ukuba bangene kwezamabhizinisi

MAGAYE CELE UKHUTHAZA abantu abasha ukuba babhukule bangene kwezamabhizinisi usomabhizinisi ongumsunguli wenkampani icija amakhono abantu abasha, uMnuz Graham Sabela oyisiKhulu esiphezulu seG Force...

OwakwaDukuza nohlelo lokunakekelwa kwabasebenza emapulazini

SANDILE MTHETHWA UMEYA woMkhandlu waKwaDukuza,uKhansela uLindi Nhaca uthi bazokwenza konke okusemandleni abo ngenhloso yokulekelela abasebenzi basemapulazini. UKhansela uLindi Nahca uthi kuyinto...

EZENTUTHUKO LATEST

UMASIPALA ULETHA ISITHUNZI KUBANTU NGOHLELO LWEZINDLU 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kuvunguza umoya wenjabulo emiphakathini ehlukene ngaphansi kukaMasipala weTheku, njengoba kuqhubeka uhlelo lokunikezelwa kwezindlu ezisezingeni ezihlose ukubuyisa...

Umkhandlu ubeke inhlalakahle yabasebenzi ngohlelo lokuqwashisa ngezezimali

Isithombe: Abasebenzi abangaphansi koMasipala iLembe bathole ukuchushiswa ngezezimali. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko Umkhandlu weSifunda iLembe wenze okungajwayelekile...

Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa...

UMasipala  ubuyisa ithemba kubantu baSoyengweni ngomgwaqo uKhukho

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Imisebenzi iyabonakala kuMasipa waKwaMaphumulo oholwa yiMeya uKhansela Zibuyisile Khuzwayo‑Dlamini, nje ngoba kwethule ngokusemthethweni isigaba sesibili (Phase 2)...

Sivubela Intuthuko

Website Slogan

Contact Us

270 Stamford Hill Road, Durban, 4001

(+27) 67 920 8446
info@sivubelaintuthuko.co.za

×