EZENTUTHUKO ALL

Iklomelise amaciko asafufusa iKZN Namuhla ihlanganisa iminyaka engu-25

MAGAYE CELE IKZN Namuhla ibungaze ukuhlanganisa iminyaka engu-25 yasungulwa ngendumezulu yomcimbi wokuhlonipha amaciko aseNingzimu Afrika. Le ndumezulu yomcimbi kuhlalukile ukuthi bese kungunyaka...

UMkhandlu nohlelo lokuhlola amabhilidi angekho esimweni

MAGAYE CELELoyo oyiMeya yoMkhandlu waKwaDukuza enyakatho yesiFundazwe seKwaZulu Natal uKhansela Lindile Nhaca uhambele amabhilidi angekho sesimweni esifanelekile nesigculisayo. IMeya uKhansela uNhaca...

IMeya yeLembe ikushayele ihlombe ukwethulwa kwezinhlelo ezizosiza abahlali

MAGAYE CELE EMKHANKASWENI wikukhuthaza izakhamizi ezizinakekelayo uNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu KwaZulu Natal,uNkk Bongi Sithole Moloi ngokubambisana neMeya yesiFunda...

Kukhuthazwa omasipala ukuthuthukisa abantu abasha ngezobuChwepheshe

UMNUZ uThami Ntuli SANDILE MTHETHWA OMASIPALA basesiFundazweni saKwaZulu Natal kumele benze isiqiniseko sokuthi baba nezinhlelo zokuthuthukisa abantu abasha ngolwazi lwezobuChwepheshe ngokusho kulayo...

IDA nomkhankaso ovuthayo wokhetho lwangonyaka ozayo

Magaye Cele  Ngenhloso yokuqinisa umkhankaso wayo wokukhankasela ukhetho lwangonyaka ozayo iqembu lezepolitiko iDemocratic Alliance iDA ngamafuphi seyithule ngokusemthethweni ibillboard yayo...

UMasipala waKwaDukuza nohlelo lokulekelela osomabhizinisi abasathuthuka

Magaye Cele UMasipala waKwaDukuza enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal uswmbhidlangweni wokufukula osomabhizinisi abancane bakule ndawo. Lezi zi daba ezehle njengoju kosomabhizinisi abasathuthuka...

UMphakathi uhlonyuliswe ngokudla kanye noblankethi kwakhisimuzi

Magaye CeleLoyo oyilungu lePhalamende emahhovisini aseMandeni enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal unikelele ngamagilosa okudla abantu abadala bakule ndawo. Loyo nguNksz Makhosazane Zungu ngokuzalwa...

BAKHALA NGESIMO ESINGESIHLE EAMAOTI TRANSIT CAMP

By Nokulunga Majola  Siyaqhubeka nokuba simbi isimo endaweni yaseNanda e-Amaoti Transit Camp kuShellbrook Street, enyakatho yeTheku njengoba izinto ziqhubeka nokonakala emva kokuba abahlali...

EZENTUTHUKO LATEST

UMASIPALA ULETHA ISITHUNZI KUBANTU NGOHLELO LWEZINDLU 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kuvunguza umoya wenjabulo emiphakathini ehlukene ngaphansi kukaMasipala weTheku, njengoba kuqhubeka uhlelo lokunikezelwa kwezindlu ezisezingeni ezihlose ukubuyisa...

Umkhandlu ubeke inhlalakahle yabasebenzi ngohlelo lokuqwashisa ngezezimali

Isithombe: Abasebenzi abangaphansi koMasipala iLembe bathole ukuchushiswa ngezezimali. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko Umkhandlu weSifunda iLembe wenze okungajwayelekile...

Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa...

UMasipala  ubuyisa ithemba kubantu baSoyengweni ngomgwaqo uKhukho

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Imisebenzi iyabonakala kuMasipa waKwaMaphumulo oholwa yiMeya uKhansela Zibuyisile Khuzwayo‑Dlamini, nje ngoba kwethule ngokusemthethweni isigaba sesibili (Phase 2)...

Sivubela Intuthuko

Website Slogan

Contact Us

270 Stamford Hill Road, Durban, 4001

(+27) 67 920 8446
info@sivubelaintuthuko.co.za

×