EZENTUTHUKO ALL

Sizofukula umnotho weTheku isikhumulo sezindiza saseSwatini

SANDILE MTHETHWA KUZOTHUTHUKISA kakhulu umnotho wedolobha iTheku ukwethulwa ngokusemthethweni kwesikhumulo sezindiza esisha esisuka eSwatini siye eThekwini. Lo mzila kuvela ukuthi uzokuba...

UNdunankulu ufuna intuthuko ibonakalenasezindaweni zasemakhaya

UNDUNANKULU uNkk Nomusa Dube Ncube MAGAYE CELE UNDUNANKULU wesiFundazwe saKwaZulu Natal, uNkk Nomusa Dube Ncube uthi ufuna ukugxila kakhulu ekulungiseni izinkinga eziholela ekutheni zigcine...

Ibonga uxhaso lakwaNedbank inkulisa yaseMlaza

MAGAYE CELE Iluchaza njengosizo olumqoka uxhaso lakwaNedbank, inkulisa yakwaBB eMlaza eningizimu yeTheku. Igama lale nkulisa esibe khona isikhathi eside kakhulu yiJabusizabantu Creche. Iqanjwe ngegama...

IMeya  ifuna kubhekwane nenkinga yabantu abangasebenzi

MAGAYE CELE IMEYA yoMkhandlu waKwaDukuza, uKhansela uLindiwe Nhaca uzwakalise ukukhathazeka kwakhe okukhulu ngezinga labantu abangasebenzi wathi ukholwa ukuthi lokhu kumele kube khona okwenziwayo...

UMkhandlu nohlelo lokufukulwa kwabalimi bendawo

SANDILE MTHETHWA UMEYA waseMandeni uKhansela uThabani Mdlalose ukhuthaza ukwesekwa kwabalimi abasafufusa bakule ndawo. IMeya uMdlalose uthi kungaba yinto enhle kakhulu uma bengabonakala begcina...

OwaseMandeni uncoma uhlelo lokukhuliswa kwabafana abancane

SANDILE MTHETHWA LOYO oyiMeya yoMkhandlu waseMandeni enyakatho yesiFundazwe seKwaZulu Natal, uMnuz Thabani Mdlalose ukhuthaza izinsizwa ezisencane ukuba zizijwayeze ukuthekela ulwazi ukuze zizothola...

UNdunankulu nohlelo oseludale amathuba omsebenzi angu-500 000

MAGAYE CELE ISIFUNDAZWE saKwaZulu Natal sesidale amathuba omsebenzi alinganiselwa ku-500 000 ngaphansi kohlelo olubizwa ngokuthi yiJob War Room. Lokhu kudalulwe yiloyo onguNdunankulu wakulesi...

UMkhandlu  nokwakhiwa kwamathoyithele  ashawayo

SANDILE MTHETHWA USEZINHLELWENI ezihlabahlosile zokuthi uqede nje nya ngamathoyilethe emigodi uMkhandlu weTheku. Lezi zindaba zidalulwe yiloyo oyiMeya yalo Mkhandlu obalwa neminye yehamba phambili...

EZENTUTHUKO LATEST

BAMASHELE ENHLOKO YEDOLOBHA ETHEKWINI BEKHALA NGOKUNYUKA KWAMANANI KAGESI

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Amalunga omphakathi abalelwa ku-100 nangamalungu omfelandawonye wezinhlangano okubalwa kuwo Abahlali BaseMjondolo, Ubunye Bamahostela kanye neRight2Know kwamanye...

USODOLOBHA UHAMBELE UMPHAKATHI UKUZWA IZIMVO ZABANTU NGESABELO ZIMALI 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Njengoba kuqhubeka imijikelezo yokuzwa izimvo zomphakathi mayelana nesabelo zimali sonyaka wezimali komasipala abahlukene, iMeya yeSifunda Ilembe, uKhansela Thobani...

IMeya nesethembiso sokuxazulula inkinga yamanzi

MAGAYE CELE ITHEMBISA ukusukumela inkinga yamanzi kwisiFunda iLembe, iMeya yakule ndawo, uKhansela uThobani Shandu. UShandu ubekade ekhuluma emhlanganweni we-IDP obukade uqhubeka enkundleni...

KUZODALEKA AMATHUBA EMISEBENZI ENTSHENI NGOHLELO LWELABOUR ACTIVATION PROGRAMME

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO Zingaphezulu kuka-100 000 izakhamizi zaKwaZulu-Natal ezizohlomula ngokudalwa kwezinkulungwane zamathuba omsebenzi, ngokusho konguNgqongqoshe  wezabaSebenzi...

Sivubela Intuthuko

Website Slogan

Contact Us

270 Stamford Hill Road, Durban, 4001

(+27) 67 920 8446
info@sivubelaintuthuko.co.za

Get Connected

×