Latest Post

  • AdminAdmin
  • July 29, 2026
  • 0 Comments
Uhulumeni WakwaZulu-Natal Uhlanganisa Izinhlaka Ukuvuselela Umnotho WamaSpaza Shop

Intatheli yeSivubela Intuthuko Njengoba osomabhizinisi bendawo beqhubeka nokubhekana nengcindezi yokuncintisana, ukungabi bikho kwemali yokukhulisa amabhizinisi kanye nokwanda kwezitolo ezingekho emthethweni, uHulumeni waKwaZulu-Natal usuphose inselelo kubo bonke ababambiqhaza ukuba basebenzisane ukuqinisa…

  • AdminAdmin
  • July 29, 2026
  • 0 Comments
IMeya Ikhuza isihlava Sokuhlukunyezwa Kwezingane

Intatheli yeSivubela Intuthuko Ukunyuka kwezigameko zokuhlukunyezwa kwezingane eWadini 12 sekudale ukukhathazeka okukhulu, kwaphoqa iMeya kaMasipala waseNdwedwe uKhansela Samuel Mfeka ukuba inxuse abazali nemiphakathi ukuthi bahlanganyele ekulweni nobugebengu obubhekiswe ezinganeni. Ikhuluma…

  • AdminAdmin
  • July 29, 2026
  • 0 Comments
Izintatheli Ezimnyama Zizohlomula Ngohlelo Lokuqeqeshwa Lwe-MDDA

Intatheli yeSivubela Intuthuko “Ukwehlukahlukana nokubandakanywa kwabantu emithonjeni yezindaba akusiyo into okumele ibonakale emagameni kuphela, kodwa kufanele kubonakale emagumbini okuhlela izindaba, ebuholini nasezindabeni ezishicilelwayo.” Lawa ngamazwi eSikhulu Esiphezulu seMedia Development and…

  • AdminAdmin
  • July 29, 2026
  • 0 Comments
Umncintiswano Wokufunda Uvuselela Uthando Lwezincwadi Ezikoleni ZaKwaMaphumulo

Nokulunga Nxumalo Njengoba kwanda ukukhathazeka ngokwehla kwezinga lokufunda nokuqondisisa kubafundi ezweni, uMasipala wakwaMaphumulo ususebenzise imitapo yolwazi njengenkundla yokwakha isizukulwane esithanda ukufunda, ngokusingatha umncintiswano wokufunda nokubizwa kwamagama phakathi kwezikole zamabanga aphansi.…

  • AdminAdmin
  • June 1, 2026
  • 0 Comments
UMasipala Usiza Abafundi Ukugwema Iphutha Lokukhetha Izifundo Nemisebenzi

Nokulunga Nxumalo Kubafundi abaningi basezikoleni zamabanga aphezulu, ukuqeda uMatikuletsheni kuvame ukuhambisana nengcindezi yokungazi ukuthi yimiphi imikhakha okufanele bayikhethe noma ukuthi yiziphi izifundo ezizobavulela amathuba emisebenzi esikhathini esizayo. Abanye bagcina bekhetha…

  • AdminAdmin
  • June 1, 2026
  • 0 Comments
Intsha Iqala Impi Yokuvikela Imvelo Emakilasini

Intatheli yeSivubela Intuthuko Ngesikhathi amazwe omhlaba egubha uSuku Lomhlaba Lwezinto Eziphilayo (International Biodiversity Day), abafundi basezikoleni ezingaphansi kwesiFunda iLembe bathole ithuba lokukhombisa ukuthi ulwazi ngemvelo lungaba yingxenye yesixazululo sezinkinga ezithinta…

  • AdminAdmin
  • June 1, 2026
  • 0 Comments
Intatheli yeSivubela Intuthuko 

Isabelomali esihlongozwayo sika-2026/2027 soMasipala wesiFunda iLembe asigxili kuphela ekuphathweni kwemali, kodwa sibonakala njengomzamo wokulungisa izinkinga ezihlasele imiphakathi iminyaka, ikakhulukazi udaba lokungatholakali kwamanzi ngendlela efanele. Ubuholi bukaMasipala wesiFunda, ngokubambisana noMasipala waKwaDukuza,…

  • AdminAdmin
  • June 1, 2026
  • 0 Comments
Kugcizelelwe ubumbano kugujwa i-AFRICA Day 

Isifundazwe saKwaZulu-Natal sigubhe usuku lwe-Africa Day ngokuqhakambisa  amasiko, ubumbano kanye nemibukiso ehlukahlukene ebonise ifa lezwekazi lase-Afrika. Umcimbi omkhulu ububanjelwe eThe Playhouse, eThekwini lapho uNdunankulu wesifundazwe uMnuz Thamsanqa Ntuli egcizelele umyalezo wobunye,…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
KUMEMEZELWE IZINHLELO ZENTUTHUKO EZIZOSHINTSHA IMPILO YOMPHAKATHI

Nokulunga Nxumalo Kube yinhlokomo emphakathini ngesikhathi iMeya yoMkhandlu waseNdwedwe, uKhansela Samuel Mfeka, imemezela uchungechunge lwezinhlelo zentuthuko ezihloselwe ukuthuthukisa impilo yabantu nokuletha izinsiza ezisemqoka emiphakathini yasemakhaya. Phakathi kwezinhlelo ezimenyezelwe kubalwa ukuqala…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
KUHLELWA AMASU OKUTHUTHUKISA IBHAMSHELA 

Nokulunga Nxumalo Ubuholi boMkhandlu waseNdwedwe, izinduna zendawo kanye nehhovisi loMnyango Wezemisebenzi Yomphakathi Nengqalasizinda bahlangane nabahwebi baseBhamshela ngenhloso yokudingida amasu okuthuthukisa le ndawo, njengoba kulindeleke ukuthi kwakhiwe isikhumulo samatekisi kanye nezitolo…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
IMEYA YAMUKELA UTSHALOMALI LWEZIGIDI OLUZOQINISA AMATHUBA EMISEBENZI ENDAWENI

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yoMkhandlu waKwaDukuza, uKhansela Siduduzo Gumede, yamukele ngentokozo isimemezelo sotshalomali olusha olungangezigidi ezingu-R350 oluzosetshenziswa ukunweba amandla okukhiqiza kanye nezindawo zokugcina impahla embonini yaseWoodmead Industrial Park eShakaskraal. Lolu…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
IMEYA IQHUBEKA NOKULALELA IZIKHALO ZOMPHAKATHI

Intatheli yeSivubela Intuthuko IMeya yoMkhandlu waKwaDukuza, uKhansela Siduduzo Gumede, iyaqhubeka nohlelo lweMayoral Imbizo oluhlose ukusondeza uMasipala emphakathini nokulalela izinselelo ezibhekene nezakhamuzi ezindaweni ezahlukene. Muva nje, iMeya kanye nezikhulu zikaMasipala waKwaDukuza…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
KUSONDEZWA IZINSIZA ZIKAHULUMENI EMPHAKATHINI

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kukhuthazwe izakhamuzi zesifunda iLembe ukuthi zibambe iqhaza elibonakalayo ezinhlelweni zombuso ngesikhathi iSishayamthetho saKwaZulu-Natal siqhuba umkhankaso wokufundisa umphakathi ngokubaluleka kokuvota nokuzibandakanya kwezombusazwe. Lo mkhankaso ubuhlose ukusondeza izinsiza zikahulumeni…

  • AdminAdmin
  • May 19, 2026
  • 0 Comments
UMASIPALA ULETHA ISITHUNZI KUBANTU NGOHLELO LWEZINDLU 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kuvunguza umoya wenjabulo emiphakathini ehlukene ngaphansi kukaMasipala weTheku, njengoba kuqhubeka uhlelo lokunikezelwa kwezindlu ezisezingeni ezihlose ukubuyisa isithunzi emindenini ehlwempu. EThornwood, kuWadi 14, uMasipala unikezele ngemizi emisha engu-16…

  • AdminAdmin
  • May 5, 2026
  • 0 Comments
UQHUBEKA NGOKUNGENAZIHIBE OWOKUHLANZA IDOLOBHA

Isithombe: UMasipala waseMandeni ugqugquzela inhlanzeko ngomkhankado wokuhlanza idolobha. Isithombe sithunyelwe.  Intatheli yeSivubela Intuthuko  Uqhubeka ngempumelelo umkhankaso wokuhlanzwa kwedolobha ngaphansi kohlelo olwaziwa nge Keep Mandeni Clean, njengoba uMasipala waseMandeni uqhubeka nemizamo yokugcina idolobha…

  • AdminAdmin
  • May 4, 2026
  • 0 Comments
KUGQUGQUZELWE UKUKHULISWA KWEZEMIDLALO ENDWEDWE NGOKUQHAMUKA NAMASU AMASHA

Isithombe: Izinhlaka ezihlukene zezemidlalo bezidingida amasu okothuthukisa ezemidlalo eNdwedwe. Isithombe sithunyelwe.  Intatheli yeSivubela INtuthuko Kugqugquzelwe ukubambisana nokusungulwa kwamasu amasha okuthuthukisa ezemidlalo ngesikhathi iSport Indaba ebiholwa uMeya woMkhandlu waseNdwedwe, uKhansela SZ Mfeka,…

  • AdminAdmin
  • April 20, 2026
  • 0 Comments
Isimo sezulu esiguqukayo sesiphenduke inselelo ephuthumayo KwaZulu-Natali

Isithombe: UNdunankulu wesifundazwe iKwaZulu-Natali, uMnuz Thami Ntuli emhlanganweni obuseThekwini. Isithombe sithunyelwe. NOKUPHIWE MAJOLA NJENGOBA isimo sezulu siqhubeka nokuguquka kanye nokwanda kwezinhlekele zemvelo ezithinta kakhulu imphakathi ebuthaka, uhulumeni waKwaZulu-Natal usukhuphule izinga…

  • AdminAdmin
  • April 20, 2026
  • 0 Comments
Izintatheli zifundiswa ukulwa nolwazi olungelona iqiniso njengoba ukhetho lusondele

Isithombe : Izintatheli zibe yingxenye yoqeqesho mayelana nokubika ngeqiniso. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO NJENGOBA izwe lilungiselela ukhetho lohulumeni basekhaya lika-2026/2027, impi enkulu ayisekho kuphela ezinkundleni zokuvota kodwa sekuyimpini yolwazi.…

  • AdminAdmin
  • April 20, 2026
  • 0 Comments
UMasipala waKwaDukuza Uxwayisa Ngokungcwaba Emathuneni Ngokungemthetho

Nokulunga Nxumalo UMasipala waKwaDukuza usukhiphe isaziso esibalulekile emphakathini mayelana nokwanda kokungcwaba ngokungemthetho kanye nokusetshenziswa kwezindawo zokungcwaba ezingagunyaziwe, okuholele ekutheni uMasipala uqinise izinyathelo zokulawula amathuna angaphansi kwawo Ngokwesaziso esikhishwe iloMasipala, ukungcwaba…

  • AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
Kube yinjanbulo yodwa bethola uxhaso ngezinsiza zokudlala

Isithombe: Abafundi bebegcwele injabulo ngenkathi bethola uxhaso lezinsiza zokudlala ibhola likanobhutshuzayo. Isithombe sithunyelwe. Abafundi base-Isipingo Hills Primary School, eningizimu yeTheku, bathole ugqozi olukhulu mhla zi-10 kuMbasa 2026 ngesikhathi bethola uxhaso…

  • AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
UMkhandlu ubambe ngempumelelo iNgoma endaweni yaseKwazini

Isithombe: Bezisina zidedelana kwiNgoma yaseNdwedwe yalonyaka. Izithombe zithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko UMasipala waseNdwedwe ubambe ngempumelelo umcimbi weNgoma yaseNdwedwe kuWadi 18 endaweni yaseKwazini ekuqaleni kwenyanga, lapho kubuthene khona izinkumbi zomphakathi, amaqembu…

  • AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
Izinhlaka Zikahulumeni Zihlangane Ukuxazulula Izinkinga Zomphakathi

Isithombe: Bekudingidwa ngezinselelo umphakathi obhekana nazo kanye nezixazululo. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko Imizamo yokusondeza izinsiza zikahulumeni emphakathini iqhubekile eMandeni lapho uMasipala waseMandeni ubambe ngempumelelo umhlangano we-Local Task Team eSibusisiwe…

  • AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
ZITHOLANA PHEZULU KWEYOKUHLUNGELA IMANDENI MAYORAL CUP KA-2026

Nokulunga Nxumalo Abathandi bebhola eMandeni bazobhema bakholwe njengoba kusaqhubeka imidlalo yokuhlungela iMandeni Mayoral Cup 2026 ebanjelwa ezinkundleni ezimbili, iMsunduze Sportground kanye neChilli Sportground, okuqale ngomhlaka-06 April 2026, kusukela ngo-09h00 ekuseni.…

  • AdminAdmin
  • April 15, 2026
  • 0 Comments
ILembe nomkhankaso Wokulwa Nenkohlakalo KwaDukuza

Isithombe: Bahlangane ngazwi linye lokulwa nenkohlakalo. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO UMKHANKASO wokulwa nenkohlakalo uthole umfutho omusha esiFundeni iLembe ngesikhathi lomkhandlu uhlanganyela ne-Enterprise iLembe kanye noMasipala wakwaDukuza, Mandeni, Ndwedwe kanye…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Kuyathembisa ngeyokuphakelwa kwamanzi

Isithombe: Isiphehli manzi sizonciphisa ukuntuleka kwamanzi KwaMaphumulo. Isithombe sithunyelwe. NOKULUNGA NXUMALO KWETHULWE ngokusemthethweni iphrojekho ye-Maphumulo Water Treatment Workers ku Wadi 8, okulindeleke ukuthi ilethe ushintsho olukhulu ekuphakelweni kwamanzi endaweni yakwaMaphumulo…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Kuxhaswe osomabhizinisi besifazane ngezinsiza zokusebenza

Isithombe: Abesifazane abathole uxhaso kuMasipala INTATHELI YESIVUBELO INTUTHUKO UMASIPALA waseMandeni, ngaphansi kophiko lwe Women’s Causus, uqhubekile nokweseka ukuthuthukiswa kosomabhizinisi besifazane ngokubanikeza amathuluzi okusebenza kanye nolwazi lokukhulisa amabhizinisi abo. Lo mcimbi…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Ezemidlalo zihlanganise umphakathi eNtuzuma

Isithombe: Izingane nabathandi bezemidlalo bejabulela imidlalo ehlukahlukene. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO BAPHUME ngobuningi babo abathandi bezemidlalo ikakkkhulukazi izingane, ngesikhathi kuqala umkhosi wezokungcebeleka (Recreation Festival) eNtuzuma, kuWadi 42, lapho amalungu…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
Imbokodo yokuqhubeka nokuzibonakalisa kowesibhakela

Isithombe: Intsha egxile kwezemihlalo ithole uxhaso oluzobasiza ukutshintsha izimpilo zabo. Izithombe zithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO SUYA ngokuthuthuka isibhakela sabesifazane sakwaZulu-Natal, njengoba lokhu kuvele ngokusobala ngesikhathi kubanjwa uchungechunge lwemiqhudelwano yesibhakela yabesifazane…

  • AdminAdmin
  • April 13, 2026
  • 0 Comments
UMasipala uqiqnisa umkhankaso wokuhlanza imiphakathi ngaphansi kohlelo “wenzani makhelwane”

Isithombe: Baphume ngobuningi beyohlanza indawo yabo eNtshawini. Isithombe sithunyelwe. NOKULUNGA NXUMALO USUQALILE umsebenzi wokuhlanza izindawo zomphakathi ngaphansi komkhankaso owazinga ngokuthi “Wenzani Makhelwane”, oholwa uMeya waKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede. Lomkhankaso wethulwa…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2026
  • 0 Comments
Kwethulwe uhlelo lokunakekela izindawo zomphakathi

Isithombe: Kugqugquzelwa ukubambisana ekunakekeleni izindawo zomphakathi. Isithombe sithunyelwe. NOKULUNGA NXUMALO UMASUPALA waKwaDukuza wethule ngokusemthethweni uhlelo olusha olubizwa nge Adopt-A-Facility Community Stewardship Programme, ukukhankasa ohlose ukuqinisa ukubambiswano phakathi kukaMasipala, izinhlaka zomphakathi…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2026
  • 0 Comments
Kugqugquzelwe ukuziphatha kahle nokugwema izifo kubafundi

Isithombe: Abafundi baxwayiswe ngobungozi bezifo ezithelelanayo. NOKULUNGA NXUMALO IZIBALO zakamuva zikhombisa ukuthi ukukhulelwa kwamantombazane asemancane kanye nokusabalala kwezifo ezithelelanayo kuseyinkinga enkulu eNingizimu Afrika, ikakhulukazi esifundazweni saKwaZulu-Natal. Ngokusho kweStatiatics South Africa,…

  • AdminAdmin
  • April 8, 2026
  • 0 Comments
Kubikwe ngokusebenza kwezimali ukuthuthukisa isiFunda iLembe

Isithombe: Izakhamuzi zibe ingxenye yokwethulwa kombiko wezimali ngaphansi kwesiFunda iLembe. Isithombe sithunyelwe. INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO UMASIPALA weSifunda iLembe, ngaphansi kwekomidi le Municipal Public Accounts Commitee (MPAC), ubambe umhlangano obalulekile namalungu…

  • AdminAdmin
  • April 7, 2026
  • 0 Comments
Kuvunguza umoya wokubambisana kudingidwa eyobugebengu eNtshawini

Intatheli yeSivubela Intuthuko Ngenxa yokukhathazeka ngokunyuka kwezinga lobugebengu, eNtshawini kwezidakamizwa, kanye nodlame entsheni yakwaDukuza, uMasipala ube nembizo lapho kudingidwa khona izisombululo zokulwa nalesihlava. Lombuthano ububanjelwe ehholo lomphakathi iChris Hani, eNtshawini.…

  • AdminAdmin
  • April 7, 2026
  • 0 Comments
Izithekelo ulwazi phesheya kwizilwandle intokazi yaseMandeni

Isithombe: Ufiselwe uhambo oluphephile oyothola ulwazi oluthuthukiswe kwezolimo phesheya. Izithombe zithunyelwe. Nokulunga Nxumalo Umphakathi waseMandeni ugcwele ukuziqhenya njengoba intokazi yase-Island eWard 13, uNksz Lindelwa Dlala, iqala uhambo olubalulekile olubheke ezweni…

  • AdminAdmin
  • April 7, 2026
  • 0 Comments
Bathole ithuba lokuzimaketha osomabhizinisi kwi-SMME Fair & Exhabition yakulonyaka

Isithombe: Bekubukiswa ngemikhiqizo ehlukahlukene kwi-SMME Fair & Exhibition yakulonyaka. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko UMasipala waseMandeni uqhubeke nokuqinisa umnotho wendawo ngokusingatha ngempumelelo umcimbi waminyaka yonkr we obubanjelwe eSibusisweni Hall, lapho…

  • AdminAdmin
  • April 1, 2026
  • 0 Comments
Kubanjwe Ngempumelelo iChief Albert Luthuli Sport Tournament 2026

Isithombe: Zitholane phezulu emdlalweni yokukhumbula iqhwawe lomzabalazo. Izithombe zithunyelwe. Kube nomoya omuhle wokuncintisana ngesikhathi kunemidlalo enhlobonhlobo ebihlelwe yiLuthuli Museum, enkundleni yemidlalo yesikole samabanga aphezulu iStanger njengengxenye yemidlalo yokukhumbula iNkosi uChief…

  • AdminAdmin
  • April 1, 2026
  • 0 Comments
UMKHANDLU NOHLELO LOKUSUSWA KWEZAKHIWO EZINGEKHO EMTHETHWENI

Isithombe: Kukhuzwa ukwanda kwezakhiwo zokuhweba ezingekho emthethweni kwaMaphumulo. Nokulunga Nxumalo Ngemuva kokubona ukwanda kwezakhiwo zokuhweba ezingekho emthethweni KwaMaphumilo, uMasipala usumemezele izinyathelo eziqinile ezizolandela, okuhlanganisa ukususwa kwezakhiwo ezingagunyaziwe, ukumiswa kwesikhashana kwezimvume…

  • AdminAdmin
  • April 1, 2026
  • 0 Comments
U-T-Prince ugcine Isicoco Sakhe SaseNingizimu Afrika Ngemuva Kwesinqumo Esihlukanisiwe

Isithombe: Usivikelile isicoco sakhe se-flyweight uNkosingiphile “T-Price Sibisi, usigcinile isicoco sakhe ngemuva kokunqoba ngesinqumo esihlukanisiwe ebhekene noFrank “The Tank” sotomela, empini ebishubile ebobanjelwe e-Estcourt, KwaZulu-Natal, ngomgqibelo ebusuku. Le mpi iqala…

  • AdminAdmin
  • April 1, 2026
  • 0 Comments
Inhlangano iMarch and March Igubhe Unyaka Ngemashi enkulu eThekwini

Isithombe Bagcwele umgwaqo bekhala ngabokufika abangekho emthethweni. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko Inhlangano yomphakathi iMarch and March ighumbe unyaka owodwa yasungulwa ngokuhola imashi enkulu eThekwini ngoLwesithathu, mhla zingama-25 kaNdasa 2026,…

  • AdminAdmin
  • April 1, 2026
  • 0 Comments
Uzophatha ihlandla lesibili ukhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal

Isithombe: ULieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi iKhomishana Wamaphoyisa KwaZulu-Natal Intatheli yaSivubela Intuthuko Uphiko lwamaPhoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) seluqinisekise ukuqokwa kabusha kukaLieutenant Nhlanhla Mkhwanazi njengoKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal ngaphansi kwekhontileka yeminyaka emihlanu. Lesi…

  • AdminAdmin
  • March 31, 2026
  • 0 Comments
Umkhandlu ubeke inhlalakahle yabasebenzi ngohlelo lokuqwashisa ngezezimali

Isithombe: Abasebenzi abangaphansi koMasipala iLembe bathole ukuchushiswa ngezezimali. Isithombe sithunyelwe. Intatheli yeSivubela Intuthuko Umkhandlu weSifunda iLembe wenze okungajwayelekile ngokubeka phambili inhlalakahle yabasebenzi, njengoba ububambe uhlelo lokuqwashiswa ngezezimali ukuze abasenenzi babe…

  • AdminAdmin
  • March 31, 2026
  • 0 Comments
Kubuye ithemba kuvulwa inkudla entsha yezemidlalo eGroutville

Izithombe: Intsha ikhombisa amathalente ayo ngokuqhudelana kulenkundla entsha ngemidlalo enhlobonhlobo. Intatheli yeSivubela Intuthuko Umphakathi weseGroutville ube nesizathu sokujabula ngesikhathi kudluliswa ngokusemthethweni iNkundla Yezemidlalo yaseGroutville, okuyingqalasizinda ebilindelwe isiskhathi eside futhi okulindeleke…

  • AdminAdmin
  • March 31, 2026
  • 0 Comments
BAQWALWE INTABA BEQWASHISA NGOKUHLUKUNYEZWA

Isithombe: Ababambiqhaza besho ngazwi linye ukuthi akuphele ukuhlukunyezwa kwabangenamandla. Izithombe zithunyelwe.  Intatheli yeSivubela Intuthuko. Njengoba izibalo zakamuva zikhombisa ukukhula okukhathazayo kodlame lobulili eNingizimu Afrika, uMasipala waseThekwini uthathe inyathelo ngokubambisana nenhlangano iMzansi…

  • AdminAdmin
  • January 28, 2026
  • 0 Comments
I-NFBA Izohlonipha abenza kahle emkhakheni wabangcwabi 

Intatheli yeSivubela Intuthuko INational Funeral Business Awards (NFBA) isimemezele ukubuya kwehlandla lesibili kwemiklomelo ehlose ukuhlonipha nokugqamisa umsebenzi obalulekile nowobubele owenziwa ngabahlinzeki bezinsizakalo zemingcwabo ezweni lonke. Lomkhakha usebenza ngaphansi kwezimo ezinzima…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kunconywa umdlali osemncane weqembu laKwaZulu Natal

MAGAYE CELE UMDLALI osenesipiliyoni ebholeni likanobhutshuzwayo laseNingizimu Afrika uncoma umdlali osamncane ongowaKwaMashu ngokuzalwa. UThabo Matlaba weLamontville Golden Arrows uthi uyethembisa kakhulu umdlali waleli qembu osamncane uSanele Radebe odume ngelikaFigo noneminyaka…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
UBongumusa Mthembu ufuna kuthuthukiswe abasubathi basemakhaya

OMUNYE wabasubathi abahlonishwayo kakhulu esiFundazweni saKwaZulu Natal, nosezakhele igama elikhulu kwezokusubatha uthi kumele bathuthukiswe abasubathi abavela ezindaweni zasemakhaya. Umsubathi okukhulunywa ngaye lapha uBongumusa Mthembu obalwa nabanye babasubathi abahlonishwayo kakhulu eNingizimu…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kuzotshalwa izigidi zemali emkhandlwini

Intatheli yeSivubela Intuthuko  IMeya yaKwaDukuza, uKhansela S’duduzo Gumede, yamukele ukutshalwa kwezimali okusha kanye nezinhlelo zokunwetshwa okumenyezelwe eNgqungqutheleni Yokutshalwa Kwezimali KwaZulu-Natal lapho iKwaDukuza ithole ingxenye ka-R26.5 billion okusho ukuthi u-26.47% wesamba…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
UMasipala  ubuyisa ithemba kubantu baSoyengweni ngomgwaqo uKhukho

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Imisebenzi iyabonakala kuMasipa waKwaMaphumulo oholwa yiMeya uKhansela Zibuyisile Khuzwayo‑Dlamini, nje ngoba kwethule ngokusemthethweni isigaba sesibili (Phase 2) somgwaqo u Khukho Road oseWadi 4, eSoyengweni.  UMeya ubehambisana noSekela…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kuqopheke umlando inkosi yaseMacambini ingena esibayeni

Intatheli yeSivubela Intuthuko  Bekukuhle kudelile esizweni saseMacambini, eMandeni njengoba bekunomcimbi wokungena esibayeni kwenkosi yesizwe, iNkosi Mthokozisi Mathaba.  Lomcimbi ubuhanjelwe izicukuthwane okubalwa nobuholi bomkhandlu ka Masipala wase Mandeni nobebuholwa  oyiMeya yomkhandu uKhansela  Thabani…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
Kukhuthazwa amasu amasha ezolimo 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kube nengqungquthela yesithupha ye-Urban Agri World ebibanjelwe e-The Capital Hotel, eZimbali, lapho iMeya yesiFunda iLembe, uKhansela Thobani Shandu, egcizelele khona ukubaluleka kokuqanjwa kwamasu amasha okondla amadolobha akhula…

  • AdminAdmin
  • October 31, 2025
  • 0 Comments
UNdunankulu nohlelo lokuthuthukiswa kwamadolobha aKwaZulu Natal

MAGAYE CELE LOYO onguNdunankulu waKwaZulu Natal, uMnuz Thami Ntuli wethule ngokusemthethweni uhlelo oluhlabahlosile lokuthuthukiswa kwamadolobha ehlukene asezingxenyeni ezahlukene zesiFundazwe seKwaZulu Natal. Lokhu uNdunankulu uNtuli umemezele ukuthi bazobe bekwenza ngaphansi kohlelo…

  • AdminAdmin
  • September 16, 2025
  • 0 Comments
Inhlansi yethemba kubuya oweBafana Bafana ekulimaleni

MAGAYE CELE LIBUYILE ithemba lokuthi umdlali wesiswini weBafana Bafana, uSphephelo “Yaya” Sithole, angabuyela eqenjini lesizwe maduze, njengoba eseqalile ukudlalela iqembu lakhe phesheya. USithole (26) waphuka umlenze ngoSepthemba, nyakenye, edlalela iBafana…

  • AdminAdmin
  • September 16, 2025
  • 0 Comments
Kuzosetshenziswa izigidi ukulungisa isiShayamthetho esidala

MAGAYE CELE KUZODLA imali eningi kakhulu uma sekulungiswa kabusha isiShayamthetho esidala sasoLundi enyakatho yesifundazwe saKwaZulu Natal. Lezi zindaba zidalulwe yiloyo onguNgqongqoshe woMnnyango wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu esiFundazweni saKwaZulu uMfu…

  • AdminAdmin
  • September 15, 2025
  • 0 Comments
Kudingidwe amasu namacebo okuletha izinsiza emphakathini kowe-SALGA KwaDukuza

Intatheli yeSivubela Intuthuko IKwaDukuza ibe yindawo yokuhlangana kwamalungu eNhlangano Kazwelonke Yomasipala (SALGA) KwaZulu-Natal ngesikhathi ibamba i-Provincial Members Assembly. Lo mhlangano uphothulwe ngesandla esihle sokunikela ngezinto zokuhlanzeka esikoleni iTinley Manor Primary…

  • AdminAdmin
  • September 15, 2025
  • 0 Comments
UMASIPALA WASEMANDENI UGQUGQUZELA UKUFUNDA NOKUBHALA NGAMAKILABHU EZINCWADI 

Intatheli yeSivubela Intuthuko UMasipala waseMandeni wenze isinyathelo esibalulekile sokukhuthaza ukufunda nokubhala ngokwethula ngokusemthethweni uhlelo lwamakilabhu Ezincwadi mhla ziyi-11 kuMandulo 2025 eSbusisiwe Hall. Lo mcimbi, ohlelwe yiLibrary Unit yomkhandlu, uphawule ukuqala…

  • AdminAdmin
  • September 15, 2025
  • 0 Comments
Sebefakelwe ompimpi emagcekeni eMatholamnyama nakwaSonkombo eNdwedwe 

Intatheli yeSivubela Intuthuko Kube yinjabulo enkulu emphakathini wakwaSonkombo nowaseMatholamnyama, eNdwedwe, ngesikhathi iMeya yesifunda iLembe, uKhansela Thobani Shandu, eqinisekisa ukugcwaliseka kwesethembiso sokufakela imizi ompompi emagcekeni. Lokhu kuza ngesikhathi izindawo eziningi ngaphansi…

  • AdminAdmin
  • September 15, 2025
  • 0 Comments
UMasipala waKwaMaphumulo usiza ukufukula osomabhizinisi abasafufusa 

Intatheli yesivubela Intuthuko UMasipala wakwaMaphumulo ubambisene nenhlangano i-Small Enterprise Finance Agency Development Fund (SEFDA) bethule uhlelo lokuxhasa osomabhizinisi abasafufusa, ngenhloso yokukhulisa amabhizinisi amancane endaweni. Kulolu hlelo, osomabhizinisi abangu-23 basemphakathini bathole…

  • AdminAdmin
  • September 15, 2025
  • 0 Comments
Intatheli Yesivubela Intuthuko. 

Akachithanga sikhathi uMeya omusha waKwaDukuza, uKhansela Sduduzo Gumede, njengoba ngaphakathi kwezinsuku ezimbalwa engene esikhundleni ehlanganise umhlangano wobuholi obuphezulu kuMasipala ukuze kudingidwe amasu okuqinisa ukulethwa kwezinsiza emphakathini. Lomhlangano obalulekile ubusekelwe yizithembiso…

  • AdminAdmin
  • August 21, 2025
  • 0 Comments
Siyaya Emhlangeni 2025

Kule mpelasonto ezayo, uMasipala wesiFunda iLembe uzosingatha umcimbi wawo waminyaka yonke weSiyaya Emhlangeni ukulungiselela uhlelo luka-2025 loMkhosi woMhlanga wesifundazwe. Umcimbi weSiyaya Emhlangeni uhlose ukukhuthaza ukulondolozwa kwesiko kanye nobunikazi bamasiko kuyilapho…

  • AdminAdmin
  • August 20, 2025
  • 0 Comments
UMGUNGUNDLOVU KANYE NE-SASRIA BABAMBISENE UKUZE BABHEKANE NEZINXUSHUNXUSHU NGOKUTHUTHUKISWA KWAMAKHONO

UMasipala Wesifunda uMgungundlovu, ngokubambisana neSasria SOC Ltd, ubambe umhlangano womphakathi oyimpumelelo ukuze unikeze impendulo ngeSikhungo Sokufunda esisha okuhloswe ngaso ukubhekana nezimbangela zezinxushunxushu zombango. Lolu hlelo luqhamuke ocwaningweni olwenziwa ngabakwaSasria kanye…

×